IZAZISO

2016-08-03 06:00

SICELA ukufuniswa ubaba kaMinenhle Ndlovu ozalwa u Thandi Ndlovu ongasekho.Onolwazi angathinta usocial worker N.Madlala. Ngicela ukufuniswa u Luthando Hlongwane owake wahlala endaweni yase Sweetwaters kwa-Gandaganda. U Luthando wathola umntwana no Nomfundo Mbambo onolwazi ngaye ngicela athintane nosonhlalakahle u Zanele Makhaye 033 342 0141

SICELA ukufuniswa u mama ka Nqobile Ngubane/Khanyezi owaziwa ngo Maneli Nkabinde. Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle NP Hlongwana.

SICELA ukufuniswa u Baba ka Sinothile Gwamanda no Sinothando Gwamanda abazalwa u Nonhlanhla Gwamanda. Onolwazi cela bathinte u Sonhlalakahle. N. P. Hlongwana ku 0333928600 noma avakashe kumahovisi ethu ku 390 Pietermarits Street(KwaMbilakhahlela).

I- CHILD Welfare Society icela ukufuniswa Ubaba ka Sbonga Ngcambu, Igama likababa ngu Mlungisi khumalo. Onolwazi ngaye noma yena uqobo lwakhe sicela afonele usonhlalakahle u- Thobani Mkhulisi ku 033-3425971 okanye afikle mathupha ku 224 Burg street.

ISIBHEDLELA i-Edendale sicela ukufuniswa izihlobo noma abangaba nolwazi olungaholela ekutheni kutholakale izihlobo zika Dumsani Bhengu, olinganiselwa eminyakeni ewu 56 ubudala. Uthi uhlala eMbali Unit 13 ngasesitolo sakwaMchunu. Uthi umama wakhe uMay Mdunge kanti umfowabo uBoy Bhengu, udadewabo uSbongile Bhengu, amagama ezingane zakhe uSanele; Sandile; Wonder noNkosi Bhengu. Sicela abanolwazi baphuthume esibhedlela noma bathinte laba abalandelayo: Mr MB Shabalala (uSonhlalakahle) 033 395 4487

Mrs S Mncube (uMxhumanisi) 033 395 4020

ICHILD Welfare and Family Society icela ukufuniswa labazali bezingane abalandelayo:

Umama kaSibongakonke Lindokuhle Mwelase owaziwa ngoThandeka Bonisiwe Dlamini emzala kuMwelase Sandile osewashona.

Ubaba kaMthethwa Bandile Khayelihle owaziwa ngoShandu Thamsanqa emzala kuMthethwa Sibahle Brenda oshone mhla ziyi 16 August 2010.

Umama kaMnikathi Londeka benoLinda Sphelele owaziwa ngoMbona Nonhlanhla Happiness. Ubaba wabo kwakunguLinda Maxwell osashona

Ubaba kaSosibo Nolwazi ongaziwa igama lakhe amzala kuSosibo Thandeka owashona mhla ziyi 29/04/2012

Ubaba kaSithole Sanele ongaziwa igama lakhe, umama wayaziwa ngoSithole Delisile Thandi osewashona

Abazali baka Mkhize Sbongakonke, omama owaziwa ngoZulu Zinhle ubaba yena unguHlatshwayo Richard

Ubaba kaNdlovu Zwelihle owaziwa ngoNkosi Joe, igama likamama kwakunguNdlovu Duduzile osewashona

Ubaba kaNdlovu Olwethu ongaziwa igama lakhe, umama kwakunguNdlovu Xolile osewashona

Abazali bakaZondo Nosihle benoZondo Noxolo, umama waziwa ngoZondo Nonhlanhla, ubaba wabo waziwa ngoCele Sphiwe

Ubaba kaMthembu Okuhle Angel ongaziwa igama lakhe amzala kuMthembu Bathabile osashona

Umama kaMnikathi Londeka owaziwa ngoMnikathi Rosemary emzala kuLinda Maxwell Linda osashona

Onolwazi ngalesisikhangiso sicela axhumane no Ms Mbali Dlamini kanye no Ms Ayanda Dlamini @ 033 342 8971 (08:00 – 16:00).

THE Beam Brothers will be performing Live @ Khabza De Khabza Arts and Entertainment Centre 134 Esivivaneni Road Ntshongweni Area / Hammarsdale Date : 07 August / 2016 Time : 2:00 pm Admission fee R50 Food and Drinks will be available, for more info Contact : Vusi Mkhize

SICELA ukufuniswa ubaba nomama kaLwandle Ngcobo abangaziwa.Umama kaLwandle uNtombenhle Ngcobo wase Mbali e14.Sicela onolwazi athinte uSonhlalakahle UMadlala 033 392 8621

BENGISACELA ukufuniswa ubaba kaLuyanda Ndlovu ozalwa uZakhona Fikile Ndlovu ongasekho emhlabeni ongaba nolwazi sicela athinte usonhlala kahle Miss Gwala Kyle number 033 0550 084

PHAMBILINI Private School. Admission for 2017 now open Phambilini Private School registration for 2017 open for Grade R-5. The school is registered with Department of Education Situated at: Edendale Lay Ecumenical Center. Application forms available at the Principal’s office. Please call for any queries. Details: Tel 073 6262 152

Email: kps321r@gmail.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.