IZAZISO

2016-09-28 06:00

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Unathi Amida Zondi beno Siphokazi Zondi. Ubaba wayekwaziwa ngelika Ali Nkurunziza, izingane zizalwa nguNomusa Zondi.Onolwazi athinte Social worker T.A Zondi ku033 392 8600

Sicela ukufuniswa ubaba kaNqobile Zuma ozalwa nguAyanda Zuma okungumama wakhe ongasekho emhlabeni onolwazi athinte Social worker T.A Zondi ku033 392 8600

Sicela ukufuniswa ubaba kaUnathi Amida Zondi beno Siphokazi Zondi. Ubaba wayekwaziwa ngelika Ali Nkurunziza, izingane zizalwa nguNomusa Zondi. Onolwazi athinte Social worker T.A Zondi ku033 392 8600

Sicela ukufuniswa ubaba wezingane uNkomo Thokozile, Nkomo Ntokozo, Nkomo Sibonelo noNkomo Oluhle. Umama wabo wayedume ngelika Landeleni Nkomo ongasekho emhlabeni, onolwazi sicela athinte social worker T.A Zondi ku033 392 8600

I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali balezingane zilandelayo, Noluthando and Sakhile Ngcongo.Umama wazo nguThandi Ngcongo ekusolakala ukuthi sewashona, umama ngowaKwaPata, ubaba wazo yena akaziwa. Onolwazi ngaloludaba makathintane neSocial Worker u-Ayanda Kholwa kulenombolo 033 342 8971 noma azifikele mathuba emahhovisi ethu ku 224 Hoosen Haffejee Street ngesikhathi somsebenzi.

Sicela ukufuniswa umama kaSamkelo Thabiso Zuma. Igama likamama wakhe uMpume Zuma wase Hammarsdale ongaziwa ukuthi ukuphi kanti ubaba wengane uVusumuzi Mncwabe waseNdaleni eRichmond. Sicela onolwazi athinte uSocial Worker A.S Mncube ku 033 505 0083

Sicela ukufuniswa ubaba ka Munt’uyenzeka Mhlongo ongaziwa. Kanti umama wakhe uTholakele Samkelisiwe Mhlongo ongasekho. Sicela onolwazi athinte uSocial Worker P. Zungu ku 033 505 0083.

Kufunwa abazali baMpilwenhle Ngcobo, ubaba wakhe uThabiso Makhaye. Umama wakhe uZinhle Ngcobo, onolwazi athinte uS/W A.S Mncube ku 033 505 0083.

Kufunwa abazali bezingane ezingu-Nomasonto Makhanzi kanye noNkosikhona Makhanzi, abangaziwa. Onolwazi athinte uS/W Z.T Mqadi ku 033 505 0083.

Kufunwa ubaba kaSiyethemba Ngcobo ongaziwa, umama usashona, owayenguNomusa Ngcobo. Onolwazi athinte uS/W Z.T Mqadi ku 033 505 0083.

Kufunwa ubaba ka-Okuhle Mnchunu ongaziwa, umama washona wayengu-Wendy Mchunu. Onolwazi athinte uS/W Z.T Mqadi ku 033 505 0083.

Kufunwa umama ka-Avela Ngubane ongaziwa. Ubaba uSphelele Ngubane wakwaNxamalala. Onolwazi athinte uS/W Z.L Gwala ku 033 505 0084.

Kufunwa ubaba kaNomfundo Phungula ongaziwa, umama wakhe ngu Precious Phungula. Onolwazi athinte uS/W Z.T Mqadi ku 033 505 0083.

Kufunwa umama kaVumile Dlamini ongaziwa ubaba wakhe uMkhanyiseni Dlamini, onolwazi athinte uS/W Z.T Mqadi ku 033 505 0083.

Kumenywa bonke abasebenzi basembonini ye-Contract Cleaning Services ukuba baphelele ngobuningi babo emhlanganweni ophuthumayo mayelana nombiko wokukhushulwa kwamaholo abasebenzi embonini ye-Cleaning Services.

Usuku : 25 September

Isikhathi : 9am

Indawo : SATAWU PMB offices (No.182 Langalibalele Street, Pietermaritzburg)

Isimemezelo sikhishwe ihhovisi le-SATAWU eMgungundlovu.

Kumenywa bonke abesibongo sakwaZaca (o-Jaca, Msenti, Malimela, Vumisa) beze kwingqungquthela eyoba ngoMgqibelo mhlaka 24 September ngo 10 ekuseni. Ihholo lisejele elidala eduze nesiteshi sezitimela ePietermaritzburg. Ngeminye imininingwane thintani u Sam ku 071 021 1203

Reading to Learn Africa Mini Conference

Tackling the Literacy Problems in our Schools

Reading to Learn (RtL) South Africa will be hosting one day conference on Monday 3 October. Reading to Learn trains teachers across all phases, learning areas and languages in the RtL methodology to enable them to develop their learners’ abilities to independently learn from reading. It is being used by teachers across learning area in both rural and urban schools in the Midlands area. The programme will focus on two main areas:

•Presentations by practising RtL teachers across a range of school contexts, from urban to rural, sharing their experiences using RtL in their classroom.

•Practical workshops on different aspects of the RtL methodology to give teachers an insight into the methodology and it implementation in classrooms.

Venue: Clarendon Primary School, Roberts Road, Clarendon, Pietermaritzburg.

Times: Monday 8.30 am to 4.30 pm

Costs:R200 per delegate (including catering) be paid by 23 September 2016

Registration: Still on

For further information contact: Debbie Avery rtlconference2016@gmail.com or avery.deb236@gmail.com ; Mike Hart hartm@lantic.net (072 588 8521); Nana Mthalane ntombifikile31@gmail.com (078 411 7627); Sthe Qoma sthembileq40@gmail.com (083 265 5505), Bongi Ntombela 082 512 6080.

The Department of Social Development is looking for the father or paternal family of Syabonga Zuma & Andiswa Zuma. Their mother is Portia Zethu Zuma who passed away in September 2015. Anyone with information can contact K. Dobson on 033 392 8621 or visit 390 Pietermaritz Street during office hours.

Besicela ukufuniswa ubaba ka Syabonga Zuma & Andiswa Zuma.Igama lika mama wabantwana uPotia Zethu Zuma ongasekho enhlabeni.

Onolwazi angathinta noSonhlalakahle K.Dobson kulenombolo 033 392 8621.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.