IZAZISO

2016-11-09 06:01

Sicela ukufuniswa u baba ka Kaylee Mbanjwa no Bradwyn Mbanjwa ongaziwa u mama wabo u Snegugu Mbanjwa ongasekho onolwazi anga xhumana no social worker N.Madlala ku 033 392 8621.

Sicela ukufuniswa umama ka Samkelo Mbanjwa u Celiwe Mzimela ongaziwa u baba wakhe u Zwelethu Mbanjwa ongasekho onolwazi angaxhumana no social worker N.Madlala ku 033 392 8621.

Sicela ukufuniswa ubaba kaHappy Phungula ozalwa nguPrincess Makhosazane Phungula ongasekho emhlabeni. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

Sicela ukufuniswa abazali ba-Imulani Imbram Ndlovu. Umama wakhe uZandile Ndlovu kanti ubaba wakhe uJames Ali waseMalawi.UZandile wagcinwa ngo January 2012 kanti uJames wagcinwa ngo December 2013 egula kakhulu. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

Sicela ukufuniswa umama kaSiyamthanda Madlala onguNtokozo Madlala owanyamalala ngo December 2014 ethi uthole umsebenzi egoli. Onolwazi athintane noSocial Worker Vilakazi 033 5050 083

Sicela ukufuniswa ubaba kaAphiwe Hadebe ozalwa uHlengiwe Handebe ongasekho. ufunwa ubabekazi ka Aphiwe uBanothile Hadebe ohlala eTaylors Halt. Onolwazi ashayele usonhlalakahle US.D Vilakazi 033 5050 08 7/3/4.

Inhlangano KaSAVF Social Services icela ukufuniswa uMama kaNoxolo Amahle Buthelezi. Igama likaMama uLungile Phungula kanti ubabaKaNoxolo uMfanukhona Nimrod Buthelezi. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle UNksz N.Z Kubheka ku 033 3421 229.

Kufunwa u Dudu Jama owagcinwa ehlala e Sweetwater nakwa Mpumuza. U dudu ungumama ka Aphelele no Nowa Jama. Onolwazi ngaye uyacelwa athintane no sonhlalakahle u Zanele Makhaye ku 033 342 0141.

UMnyango wezeNhlalakahle eNew Hanover ucela ukufuniswa ubaba walezingane ezilandelayo; Nxumalo Londiwe no Nxumalo Londeka abangamawele abazalwa zingu 29/01/2003 kanye noNxumalo Anele owazalwa zingu 14/08/2004. Labantwana kubikwa ukuthi babezalwa nguNxumalo Lindiwe Isabel ongunina wabo, ongasekho emhlabeni. Unina walabantwana wayehlala ePinetown kodwa edabuka eThokozani kanti ubaba wabo akaziwa ukuthi wayengubani wakuphi. Siyacela onolwazi mayelana nobaba walabantwana athinte uSonhlalakahle (Nomusa Zondi) ku 033 5020 074 emnyangweni wezenhlalakahle eNew Hanover.

UMnyango wezeNhlalakahle eNew Hanover ucela ukufuniswa ubaba kaMthembeni Mchunu, uMthembeni wazalwa ngo 15/08/2006 ezalwa nguNelisiwe Mamazi Mchunu ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaseThokozani. Ubaba KaMthembeni akaziwa ukuthi ungubani nokuthi udabuka kuphi. Siyacela onolwazi mayelana nobaba walomntwana athinte uSonhlalakahle (Nomusa Zondi) ku 033 502 0074 emnyangweni wezenhlalakahle eNew Hanover.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSeluleko Ndlovu. Umama uThandazile Ngcoya wase Sweetwaters. Onolwazi sicela ashayeleuSonhlalakahe u A.S Mncube ku 033 5050 083/7

Free sewing lessons on industrial machines offered by the Divine Life Society. Each graduate is awarded a certificate and given an electric or manual sewing machine if all requirements are met. To register, contact Jerusha at DLS at the corner of Mysore and Lahore roads, Northdale or phone 074 218 2246

Sicela ukufuniswa Ubaba ka zinhle beno luyanda makhathini abazalwa ngu primrose makhathini ongasekho emhlabeni. June ngu baba ka apile khulu sithole owayezwalwa ngu nokubonga Sithole ongasekho emhlabeni. Line ngubaba ka Ndlovu I wethu owayezwalwa ngu busisiwe Ndlovu ongasekho emhlabeni. Onolwazi Sicela athinte usonhlalakahle u N.Z. Mahaye e mbilakhahlela ku 033 392 8619.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Mkhize Nomusa Amanda ozalwa ngu Mkhize Ntombenhle Gladys ongasekho emhlabeni. UNtombenhle ubehlala kaPata. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

Sicela ukufuniswa ubaba ka Mkhize Lungelo ozalwa ngu Mkhize Ntombenhle Gladys ongasekho emhlabeni. UNtombenhle ubehlala kaPata. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of the following clients:

The child concerned is Amahle Mniwa, the mother is unknown and the father’s identity and whereabouts are unknown.

The child concerned is Alwande Ngcingolo, born on 16/03/2007, the mother is Nokuthula Ngcingolo and the father’s whereabouts is unknown.

The child concerned is Samkelo Ndlovu, the mother is Thenjiwe Ndlovu whose whereabouts is unknown and the father is Mlungisi Ngubane whose whereabouts is unknown.

The child concerned is Bandile Thabede, born on 14/04/2008, the mother is Nokuthula Hleziphi Thabede who is deceased and the father is Sanele Dlodlo whose whereabouts is unknown.

Anyone with information must contact social worker Faith Mdunge, Lungisani Myende and Samkelo Nzama on

033 342 8971 (8am to 4pm).

Sicela ukufuniswa ubaba kaSosanele Ndlela ongaziwa kanti umama wakhe nguThandi Princess Ndlela waseSobantu. Sicela onolwazi athinte usocial worker K. Msomi ku 033 392 86 21/8606.

Sicela ukufuniswa umama ka-Alwande Khumalo onguHlengiwe Ngubane ongaziwa ukkuthi wayaphi owayehlala eMbizane kanti ubaba wengane eSbahle Pacsar Khumalo waseMbizane naye. Sicela ongaba nolwazi athintane noSocial Worker uMadlala ku 033 505 0087

Sicela ukufuniswa Ntuli Bawinile Umama ka Ntando Matshoboza Ubaba wontwana ngu Matshoboza Nkosikhona. Onolwazi Sicela athinte usonhlalakahle u N. Mchunu kwaMbilakhahlela ku 033 392 8619.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.