Izaziso

2017-02-01 06:02
PHOTO: supplied UMnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela onolwazi ngemvelaphi nezihlobo zika-Duma Sphesihle osesithombeni,athintane noSonhlakahle Ntokozo Zondi kulenombolo 033 392 8600.

PHOTO: supplied UMnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela onolwazi ngemvelaphi nezihlobo zika-Duma Sphesihle osesithombeni,athintane noSonhlakahle Ntokozo Zondi kulenombolo 033 392 8600.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Okuhle Mbanjwa ozalwa uLindiwe Mbajwa obehlala e-Willofoutain.

Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uN P Hlongwana ku 033 392 8600 noma avakashele emahovisi ethu kwa Mbilakhahlela.

Sicela ukufuniswa ubaba kaRithabile Cule noSindisiwe Sthandwa Cule (abasesithombeni) onguDaniel Dlamini owayehlala e-Underberg kanti umama wabo nguKholeka Patience Cule ongasekho. Sicela onolwazi athinte uSocial Worker T. Mqadi ku 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa abazali ba-Nonjabulo Zuma owazalelwa eMpendle esigodini kwaKhetha. Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle uNtselen ku 033 505 0087.

Sicela ukufuniswa umama kaMnqobi Siyamthanda Mkhize ozalwa uZanele Mkhize wayehlala eTrustfeed amzala kuMlungisi Hlatshwayo waseTrustfeed uma unolwazi ungaxhumana nosonhlalakahle uZE Mbambo kulenumber 033 5020074

Sicela ukufuniswa ubaba kaSnqobile Tusi uJulias Diale wayefike ngokomsebenzi endaweni yaseTrustfeed Amzala kuZethu Tusi waseTrustfeed onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uZE Mbambo kulenumber 033 502 0074.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa uBaba ka-Nontombi Xolo owamuthola kuNomabhaso Madube okukholakala ukuthi akasekho.Athinte uSonhlalakahle Ntokozo Zondi kulenombolo 033 392 8600.

Sicela ukwazisa umphakathi waseMbali ukuthi sizoba nomhlangano ehholo laseMbali ngeSonto mhlaka 29/01/2017 ngo 2 ntambama. Inhloso yalomhlangano ukwakha i-“Imbali Community Choir”. Besicela abanothando lomculo wamanothi babambe iqhaza sakhe kanye kanye. Ngeminye imininingwane ningathintana no Sipho Ndlovu ku 078 959 1141 noma 078 630 5422.

Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi ucela onganolwazi lukaMama womntwana Gina Dumisani Thabiso owamthola uBaba wakhe ongasekho.Athintane noSonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo:033 392 8621.

Besicela ukufuniswa ubaba kaMthokozisi no Sanelisiwe Gcabashe, umama wabo kwakungu Mabongi Gcabashe.Onolwazi angathintana no Sonhlalakahle uMchunu,kulenombolo,033 392 8621.

Ibandla lase-Christ the King Family Worship Church eMbali e-Stage 2 kuMnguni road eceleni kwesikoleni eZamaZulu (endlini enkulukazi kathayela) lidlulisa isimemo ku-mphakathi wonke ngenkonzo yokukhulekela abafundi njengoba kuvulwa izikole

Indawo : Imbali Stage 2 next to Zamazulu @ Silver House

Usuku : 29 January

Theme : Fund’uthembu Nkulunkulu

Guest speaker: Reverend K.E Khomo no Miss K Jili

Ngeminye imininingwane ungaxhumana no Thulisile Ngidi ku 071 413 5298 noma no Nonhlanhla Bhengu 071 845 5481

The Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg are looking for the whereabouts of the following persons:

Umama (Mancheme Apafhia Mbovu no Ubaba Andrias Monuli Dlamini ka Nomazizi Nomajama Dlamini

Ubaba ka Monjabulo Pretty Nkala

Ubaba ka (Philani Sithole)

Umama no Ubaba ka Nombali Ngcobo

Umama (Phumzile Nkonde) no Ubaba ka Esihle Nkonde

Umama (Lindiwe Mdlalose) no Ubaba ka Nokwanda Mdlalose. Anyone with information on their whereabouts must contact Farida Cajee, Lungisani Myende or Normathemba Nene on 033 342 8971 or email foster care@pmbchildwelfare.co.za

Kumenywa bonke abesibongo sakwaMakhaye eMgungundlovu namaphethelo ukuba baphelele emhlanganweni ozobe useSweetwaters eMbumbu eMabane ekhaya lwakaMakhaye kwababa uMzwenkani Gqamuza Makhaye. Usuku umhlaka 26 kuFebruary. Kulomhlangano kuyobe kudingidwa ngemvelaphi yakwaMakhaye kanye nangombiko owatholwa eMadakeni.

Mayelana neminye imininingwane ungathintana no Menzi Victor Makhaye ku 079 858 5496 noma 084 966 7236.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.