Izaziso

2017-03-01 06:00
PHOTO: suppliedKufunwa uSiphamandla Nicholas Dlamini (osesithombeni) obuye aziwe ngelika "Scar Face". Wagcina ukuxhumana nomndeni wakhe ngo August 2016. Abangani bakhe bagcina ukumbona ngo September 2016. Umngani wakhe owagcina ukumbona uthi wamehlisa maduzane ne Bay Side Pub ku West Street e-Pietermaritzburg ngawo uSeptember 2016. Ubehlala kobaba bakhe abadala e Azalea nase Crossini. Siyacela kuloyo oke wambona noma onolwazi lokuthi kwenzekeni kuye axhumane no baba uDlamini ku 083 736 6092.

PHOTO: suppliedKufunwa uSiphamandla Nicholas Dlamini (osesithombeni) obuye aziwe ngelika "Scar Face". Wagcina ukuxhumana nomndeni wakhe ngo August 2016. Abangani bakhe bagcina ukumbona ngo September 2016. Umngani wakhe owagcina ukumbona uthi wamehlisa maduzane ne Bay Side Pub ku West Street e-Pietermaritzburg ngawo uSeptember 2016. Ubehlala kobaba bakhe abadala e Azalea nase Crossini. Siyacela kuloyo oke wambona noma onolwazi lokuthi kwenzekeni kuye axhumane no baba uDlamini ku 083 736 6092.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

** Bonke abafundi ababefunda e-Mthethomusha kwaMachibisa phakathi kuka 1990-2006 ukuthi baphelele emhlanganweni ophuthumayo mhlaka 25 kuFebruary 2017 khona esikoleni. Umhlangano uyoqala ngo 9 ekuseni.

Mayelana neminye imininingwane kungathiwa uthishanhloko Mr BM Gumede ku 072 158 9237 noma uMrs Mkhize (Miss Ngxongo) ku 083 535 1618.

** Sicela ukufuniswa ubab akaNhlonipho, Kwanele no Zothani Ndawonde abahlala kwaMpumuza nomama wabo osaphila uBongiwe Ndawonde. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle u ZL Gwala ku 033 505 0084.

** Sicela ukufuniswa ubaba kaBanele Philasande Mkhize ongaziwa kanti umama wakhe nguFikelephi Autrina Mkhize owayehlala eNew Hanover ongasekho. Sicela ongaba nolwazi athinte uSocial Worker Miss NZ Mahaye ku 033 392 8601/06.

** Sicela ukufuniswa uBoneni Mkhwanazi owanyamalala mhlaka 1 kuJanuary eyothengela izingane. Onolwazi mayelana nokuthi ulaphi sicela athinte ihhovisi lwaka Vulindlela DSD ku 033 505 0084.

** Sicela ukufuniswa ubaba kaMthobisi Minenhle Myende (osesithombeni) ongaziwa kanti umama wakhe uTholakele Immaculate Myende ongasekho waseMvundlweni.

Sicela onolwazi athinte uSocial Worker SW Mqadi ku 033 505 0084.

** Besicela ukufuniswa ubaba kaThabiso noNdumiso Masikane. Umama wabantwana kwakungu Bonisiwe Xolile ongasekho emhlabeni.Onolwazi angathintana noSocial Worker Mchunu kulenombolo 033 392 8621.

** The Department of Social Development is looking for the mother of Chiunda Tantaradzwa Febby who lives at 216 Boom Street. if anyone has any information, contact Mrs K. Dobson Social worker on 033 3928606.

** Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi ucela ukufuniswa abazali baSbongakonke Avuyile Nzimande ohlala embali stage 1. Igama likababa wakhe uMluleki Alex Ngcobo, umama wakhe uZama Nzimande. onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uZ.N Mkhize ku 033 392 8601.

** Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi ucela ukufuniswa abazali baThandolwethu Nolwazi Khanyile ohlala embali stage 1. Igama likamama wakhe uBusisiwe Khanyile kodwa waziwa kakhulu ngelika “Ganezi”. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uZ.N Mkhize ku 033 392 8601.

** Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi ucela ukufuniswa ubaba kaSamkelo Mjwara owayezalwa nguZandile Purity Mjwara ongaseko emhlabeni. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uZ.N Mkhize ku 033 392 8601.

** The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of:

Mother : Jo-Anne Bianka Fortuin

Father : unknown

Child : Felisha Julie Fortuin born 2010/07/09

Mother : Virginia Fortuin

Father : Nkululeko Gabela from Westgate

Child : Asande Fortuin

Mother : Virginia Fortuin

Father : Linda Khomo from Imbali

Child : Zomndeni Fortuin

Please contact the social worker Ms A.T Zondi @ 033 3428971 (08:00 – 16:00).

Mother : Sbahle Jama (deceased)

Father : Musa

Child : Excellent Jama

Please contact the social worker Ms T.P Nala@ 033 3428971 (08:00 – 16:00).

Mother : Nomusa Dimba from Eswayimane

Father : Mthkozisi Dimba from Azalea location

Child : Gugu Dimba born 05/05/2005

Please contact the social worker Ms SMR Hlope@ 033 3428971 (08:00 – 16:00).

Mother : Nozipho Mncwabe

Father : Nkosinathi Ngubane

Children : Phumlani Mncwabe, Sanele Mncwabe and Azande Mncwabe

The father of Anele Shangase, Siyanda Shange and Anelisa Shange

Please contact the social worker Mr L Mnyende @ 033 3428971 (08:00 – 16:00).

** Usonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umama noma umdeni kaNombulelo Tobela owazalelwa Eastern Cape ngonyaka ka2003. Cela ushayele u033 3928612 uma ungaba nolwazi.

** USocial Worker N.K Dlamini seeks the public to share any information on Liesel Melissa Montaque who is the biological mother to Angalique Agnes Montaque and Lavondre Emmanuel Montaque. Should you know of her whereabouts kindly contact 033 3928612 or 033 0928621

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/South Africa

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.