Izaziso

2017-03-08 06:01

SICELA ukufuniswa ubaba ka-kwanele Dlomo ongaziwa,Umama kakwanele kwakungumavis Dlomo ongasekho onolwazi angathintana no social worker N.Madlala ku-033 392 8631.

Sicela ukufuniswa umama kaZama Mncwabe onguNeliswa Mncwabe kanye nobaba wakhe uZama Mncwabe. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle u S.D Vilakazi ku 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa umama nobaba ka-Olwethu Nomthandazo Khumalo. Igama likamama wakhe uThobeka Ngcobo kanti elikababa wakhe u-Dumisani Khumalo. Umntwana ungowase-Mbali e-18. Sicela onolwazi athinte uSocial Worker D.Nduli ku 033 392 8610.

Sicela ukufuniswa abazali baka-Siyanda Mazamane owase-Ekhokhwane. Umama ka-Siyanda waziwa ngo Thandiwe Tunuza Mazamane ubaba wakhe akaziwa. UThandiwe ungowase eKhokhwane ngokuzalwa, eElandskop. Sicela onolwazi athintane no-Social Worker uNdlovu ku 033 505 0087/4.

Sicela ukufuniswa abazali ba-Ntombenhle Hadebe umama wakhe waziwa ngelika Nana Hadebe wase eKhokhwa, Elandskop. Ubaba wakhe akaziwa sicela onolwazi athintane noSocial Worker uMiss Ndlovu ku 033 505 0087/4.

Sicela ukufuniswa ubaba kaZuma Sthabiso Syamthanda ozalwa nguZuma Bonakele Princess ongasekho owayehlala kwaMgwagwa. Sicela onolwazi athintane nosonhlalakahle uMahlobo ku 033 505 0083.

Sicela ukufuniswa ubaba kaRithabile noSanelisiwe Cule abazalwa uKholeka Cule ongasekho. Ubaba wabo uDaniel Dlamini owayesebenza e-Underberg ngabo 2010 sicela onolwazi athinte uSocial Worker Mqadi ku 033 505 0084.

The Department of Social Development is looking for the mother and father of Kwanele Phindela D.O.B. 17/02/2011. The child’s mother’s name is Mankeletseng Phindela (Mbobo) and the father’s name is Thamsanqa Phindela. If anyone has information of their whereabouts, contact Mrs K. Dobson, 033 392 8600/06 or visit 390 Pietermaritz Street.

UMnyango wezokuthuthukisa komphakathi ucela ukufuniswa umama nobaba ka kwanele Phindela owazalwa mhlazingama17 kuNhlolanja kowezi-2011.igama lamama wengane uMankeletsheng Phindela (Mbomo), igama lababa wengane uThamsanqa Phindela. umangabe kukhona onolwazi ngokuthi bakuphi sicela athinte uSonhlalakahle uMrs K Dobson,kulenombolo 033 3928600/06 noma avakashele e390 Pietermaritz Street.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Madiene Neliswa Swazi noMadiene Ayabonga Immaculate baseAshdown ongaziwa owabathola kuMadiene Montsheng Sarah osadlula emhlabeni onolwazi ucela ukuba athinte usocial worker uKheswa ku 033 392 8601.

Sicela ukufuniswa ubaba-ka Mamsie Mncwabe ogama lakhe lingu Petros Mkhwanazi ongaziwa wayaphi. uMamsie waye mthole ku Sizani Mavis Mncwabe ongasekho emhlabeni.

Ongaba nolwazi sicela athinte uMpume kule No: 079 3752 485

Kucelwa bonke abantu ababhalisele ukubuyiselwa kwamalungelo omhlaba ngaphansi kweBhubesi Community Trust ukuba baphelele bonke emhlanganweni ophuthumayo.

Kulomhlangano kumenywa abamapulazi alandelayo Holly Brothers Farm, Voetman Farm, Heleman Farm, Springville Farm, Cliffdale Farm, Umhlathize Farm, Raysthophe Farm, Foxhill Farm, Umhlathi Farm, Mckhans Farm, Sboya Farm, J.A Malan Farm, Hilton Farm ne Elotheni Farm.

Usuku : 5 March 2017

Indawo : Eastwood Hall, Isikhathi : 9am

Uma ufuna olunye ulwazi ngomhlangano ungathintana no Mrs Mpulo ku 072 349 7381, Mrs Sishi 074 840 4991 noma Sizwe Khathi ku 073 883 2063.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.