Izaziso

2017-05-03 06:01

Isibhedlela sase Edendale sazisa umphakathi ukuthi kusukela mhlaka 01 May 2017, kuyovunyelwa izivakashi ezine (4) kuphela ukuba zibe ngaphakathi kwe wodi kwisiguli ngasinye, isiguli ngeke sibe nezivakashi ezeqile kwishumi (10) ngesikhathi sokuvakasha. Ngolunye ulwazi olugcwele ungaxhumana no S Mncube (UMxhumanisi) – 033 395 4020 ngezikhathi zomsebenzi.

Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa izihlobo zomlisa olinganiselwa eminyakeni ewu 28 ubudala, unsundu ngebala umphakathi nendawo nobude uyisiguqa ngomzimba. Ubonakala sengathi udidekile kancane ngomqondo. Uma ebuzwa igama lakhe uthi unguSphamandla Xulu Dlamini Zondi Biyela. Sicela abanolwazi baphuthume sibhedlela noma basithinte kulezizinamba ezilandelayo: Sister Malinga 033 395 4288/4290 noma Samke Mncube 033 395 4020 ngezikhathi zomsebenzi.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Ngubane Syabonga. Igama lika mama wakhe kwakungu Hlengiwe Magubane ongasekho. Onolwazi angathintana no Social Worker N. Mchunu kule nombolo 0333 928 600.

Sicela ukufuniswa umama uHappy Ngqo Makhaye owu mama ka Ethan Lusanda Rampersad owayehlala ecopeville. Onolwazi angathintana no Mr N. Mchunu kule nombolo 033 3928 600.

Free sewing lessons on industrial machines are offered by the Divine Life Society. Each graduate is awarded a certificate and given an electric/manual sewing machine if all requirements are met. To register please contact Jerusha at DLS at the corner of Mysore and Lahore Roads Northdale or phone 074 218 2246.

Umndeni wakwa Zondi eMaselekwimi KwaSwayimana udlulisa ukubonga kwizihlobo omakhelwane nomphakathi wonke owabasingatha mhla besibekelwe yifu elimnyama beshiywe yindodana yabo uSibusiso Bethuel Zondi .Abakwenze kulomndeni bakwenze nakwabanye.

Umndeni wakwa Zondi eMaselekwimi KwaSwayimana udlulisa ukubonga kwizihlobo omakhelwane nomphakathi wonke owabasingatha mhla besibekelwe yifu elimnyama beshiywe yindodana yabo uSibusiso Bethuel Zondi .Abakwenze kulomndeni bakwenze nakwabanye.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Zinhle Madlala owu Jabulani Zondi. Umama ka Zinhle wayengu Duduzile Rodah Madlala ongasekho, onolwazi sicela athinte social worker N. Shabalala kule nombolo 033 3 92 8600.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/News
 

8 great natural remedies for your pet

Tips and tricks to cure your pet’s itches and coughs, naturally.

 
 

Paws

Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
11 animals before and after they were adopted from shelters
Competition pet grooming – creative or too extreme?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.