Izaziso

2017-05-31 06:05

THE Child and Family Welfare Society are trying to locate the whereabouts of the father of Nonjabulo Pretty Nkala. Anyone with information regarding the above must contact F. Cajee on 033 342 8917 from 8am to 12pm.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Aphile Sthole ongu Sokudela Sicelo owayezalwa uNokubonga Sithole ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle uMahaye eMbilakhahleka Ku 033 392 8642.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ukufuniswa ubaba ka Madondo Ayanda Siyanda owazalwa zingu 01/10/2006. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Madondo Nompumelelo Kwanele owadlula emhlabeni zingu 22/11/2009. Umama wakhe wayehlala eThokozani (House No. C205) eCramond. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ukufuniswa ubaba ka Ndlovu Zenande owazalwa zingu 22/01/2015. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Ndlovu Nobuhle Waty kanti ubaba wakhe akaziwa. Umama wakhe wayehlala eSwayimana, Odlameni. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nksz. T.A. Ntuli kulenombolo 033 502 0074/033 502 2184 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba ka Gabela Kwanele Siyabonga owazalwa zingu 22 February 2001. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu- Gabela Delisile noKhoza Sandile. Umama wakhe wayehlala eSwayimana,Ndlaveleni. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nksz. T.A. Ntuli kulenombolo 033 502 0074/033 502 2184 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba kaHlophe Amanda owazalwa zingu 13 September 2002. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Hlophe Thabisile Pretty kanti ubaba wakhe akaziwa. Umama wakhe wayehlala eSwayimana, Nomnganga. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nksz. T.A. Ntuli kulenombolo 033 502 0074/033 502 2184 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa abazali baka Khumalo Busisiwe owazalwa zingu 21 October 2003. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Khumalo Pretty Nomkhosi kanti ubaba wakhe kuwu Zuma Xolani osuka eMsinga. Umama wakhe wayehlala eSwayimana, Odlameni. Bobabili babehlala e Trustfeed. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nksz. T.A. Ntuli kulenombolo 033 502 0074/033 502 2184 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba ka Mkhize Nomonde owazalwa zingu 5 December 2007. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Mkhize Pamela Nondumiso owadlula emhlabeni zingu 3 Agasti 2010. Umama wakhe wayehlala eThokozani (House No. C079) eCramond. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ukufuniswa abazali baka Dlamini Thembelani owazalwa zingu 1 January 2003. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Dlamini Khanyisile kanti ubaba wakhe kuthiwa kwakungu Mnu. Gciyi abangaziwa. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba ka Mfekane Mfundo owazalwa zingu 10 October 2002. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu- Mfekane Favourite Celinhlanhla ongasekho emhlabeni. Umama wakhe wayehlala eThokozani (House No. C76) eCramond kanti kubikwa ukuthi wahlangana nobaba wengane eThekwini. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba kaSithole Samkelo owazalwa zingu 4 August 2006. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Sithole Khethiwe Victoria ongasekho emhlabeni. Umama wakhe wayehlala eMbali. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

Umnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi - New Hanover Service office ucela ufuniswa ubaba ka Mhlongo Thebelihle owazalwa zingu 25 January 2001. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu- Mhlongo Bongeni ongasekho emhlabeni. Umama wakhe wayehlala eMsinga esigodini saseMabovini. Kucelwa uma ekhona onolwazi mayelana nobaba wakhe (Zondi Lindizwe) athintane noSonhlalakahle Nkk. Nomusa Zondi kulenombolo 033 502 2170 ngezikhathi zomsebenzi.

UKhuzwayo Fakazile ucela ukufuniswa ubaba ka Khuzwayo Senzo owazalwa ngo mhlaka 7 kuFebruary 2001 owayaziwa ngokuthi uThamsanqa Mqakadi, owayesebenza ePMB.

Aphinde futhi acele ukufuniswa ubaba ka Magqawane Sivukile owazalwa ngo mhlaka 8 October 2004, ogama lakhe lingu Magqawane Tembalakhe ohlala eThekwini.

Kucelwa onolwazi athintane noSanhlalakahle uNkk Khwezi Njokwe kulenombolo 033 502 0074 ngezikhathi zomsebenzi.

The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of the following clients:

The child concerned is Tyron Njabulo Bekker, born 29/12/2013. The mother is Felicia Natalie Bekker who is deceased and the father is Bongani Prince Mkhize whose whereabouts are unknown. Anyone with information, must contact social worker Ms Mdunge on 033 3428971 between 8am and 4pm

Sicela ukufuniswa uPhindile Mahlakoana ongumama kaNqobile Mahlakoana ubaba wakhe uMluleki Mthalane ohlala eSweetwaters. Sicela onolwazi ashayele uSonhlalakahle u A.S Mncube ku 033 505 0084/4/7

Sicela ukufuniswa ubaba wezingane uLungelo Ngcongo no Njabulo Ngcongo abazalwa uNtombifuthi Ngcongo ongasekho emhlabeni onolwazi angathintana no Sonhlakahle uT.A Zondi kule nombolo 033 392 8617.

Child and family welfare society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali bakaLuthando owashiwa umama wakhe e-Loop Street police station ngomhlaka 6 March 2013. Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela ku 033 342 8971 okanye azifikele mathupha ku 244 Berg Street , PMBURG.

Ibandla lase Christ the King Family Worship Church eMbali e-Stage 2 kuMnguni Road eceleni kwasesikoleni eZamazulu (endlini enkulukazi kathayela) sidlulisa lesisimemo ku-mphakathi wonke nge Business Workshop esizoba nayo.

Indawo: Imbali Stage 2 next to Zamazulu at Christ the King Silver House

Isikhathi: 9am - 2pm

Usuku: 27 May

Isiqubulo: Born for Greatness

Izikhulumi zosuku : IThala bank, Absa bank, Pietermaritzburg Business Chamber and the Department of Economic development.

Ngeminye imininingwane ungaxhumana no Rev Khulekani Khomo ku 082 956 6537 okanye Mnu Vusi Mthembu ku 073 001 4035.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/News
 

French Bulldog helps kids with facial differences

Lentil Bean is a french bulldog who was born with a severe cleft nose, lip and palate.

 
 

Paws

Weird things dogs do
Makeover saves dog’s life
For the love of Corgis!
Can we communicate with our pets?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.