IZAZISO

2017-08-23 06:02
Isithombe: SithunyelweSicela ukufuniswa ubaba ka Athandiwe no Anelisa Ndlovu (abasesithombeni) umama wabo okunguThokozani Ndlovu ongasekho emhlabeni owayehlala kwaShangase. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uMahaye emahhovisini akwaSassa asedolobheni.

Isithombe: SithunyelweSicela ukufuniswa ubaba ka Athandiwe no Anelisa Ndlovu (abasesithombeni) umama wabo okunguThokozani Ndlovu ongasekho emhlabeni owayehlala kwaShangase. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uMahaye emahhovisini akwaSassa asedolobheni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

THE Department of Social Development, Pietermaritzburg Service Office is looking for the parents of Micaela Hammond (DOB 18/03/2002) and Charlton Hammond (DOB 20/03/2000). Their mother’s name is Arlene Hammond and their father’s name is Charlie Boltman. If anyone has any information contact Mrs. K. Dobson, social worker on 033 392 8600 or visit 390 Pietermaritz Street during office hours.

Sicela ukufuniswa uNombuso Mazekwana ongumama ka Asemahle Mazekwana obehlala eSweetwaters nase Frere Staff e Eastern Cape okumanje akaziwa ukuthi ulaphi. Sicela onolwazi ukuthi ulaphi noma omaziyo axhumane nosonhlalakahle u ZL Gwala kwaDambuza Youth Centre DSD kulezizinombolo ezilandelayo 033 3990 026 noma 033 5050 083.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Olwethu Asanda Ngubane ozalwa uNondumiso Ngubane ongasekho emhlabeni uma ekhona onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uLinda kulenombolo 033 5050 087/4.
Sicela ukufuniswa ubaba kaLanga Samkelisiwe beno Langa Kwanele. Umama wabo uLanga Tholani ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaShange Sbonelo ozalwa ngo 2013/11/30. Umama wakhe uShange Thobile Qhamkile ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaLinda Simangele ozalwa ngo 2003/11/22. Umama wakhe nguLinda Nokuphila Princess ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaNgcongo Mthobisi Cyprian ozalwa ngo 2000/02/05. Umama wakhe uNgcongo Zanele ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaMadonsela Sibusiso ozalwa ngo 2003/06/06 beno Madonsela Bayanda ozalwa ngo 2009/04/13. Umama wabo uMadonsela Carolain Nonhlanhla ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaLuthuli Ifeoma Unami ozalwa ngo 2014/08/22. Umama wakhe nguLuthuli Ntombifikile Emelda ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Mthiyane ku 031 785 1195.
Sicela ukufuniswa ubaba kaKunene Lindokuhle Nduduzo ozalwa ngo 2007/03/08. Umama wakhe nguNene Nonkululeko ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNkk Khoza ku 033 569 8026.
Sicela ukufuniswa ubaba kaZulu Nomnikelo ozalwa ngo 2002/11/25. Umama wakhe nguZulu Xolisile Joyce ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle uNksz Duma ku 031 785 1193.
Sicela ukufuniswa ubaba kaNdwandwe Akhona Immaculate ozalwa ngo 2002/11/26. Umama wakhe nguNdwandwe Gugulethu Princess ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle uNksz Duma ku 031 785 1193.
The child concerned is Shenen Nikita Sithole born 02/08/2007. The natural mother is Nomvula Chivon Sithole who is deceased and the natural father’s identity and whereabouts are unknown.

The child concerned is Asanda Mnguni born 13/05/2013. The natural mother is Nompumelelo Prudence Mnguni whose whereabout are unknown and the natural father’s identity and whereabouts are unknown. Anyone with information must contact social worker N. Mdunge or N. Dlamini at 033 342 8971 between 8am and 4pm.
Sicela ukufuniswa umama kaNoluthando Ngcobo uNokululeko Ngcobo owashiya uNoluthando kuyise wakhe uMusawenkosi Mdlalose ngonyaka odlule. uNokululeko Ngcobo akwaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uMazibuko ku 033 392 8605.
Ngicelwa ukufuniswa uPhilani Mlotshwa ogcinwe ehlala eMadwaleni, Sweetwater. UPhilani kusolakala ukuthi uhlala ndawana thizeni kwaNxamalala, uke wathadana noNohlanhla Phungula bathola abantwana. Onolwazi ngaye uyacelwa athintane nosonhlalakale uZanele Makhaye ku 033 342 0141

Ngicelwa ukufuniswa uSkhuthazo Joshua Kunene okungaqondakali ukuthi usaphila noma washona. Udabuka e-Estcourt kanti wagcinwa esebenza kwa Chubb. Kumayelana nomntanakhe uSinothando Kunene. Onolwazi ngaye uyacelwa athintane nosonhlalakahle uZanele Makhaye ku 033 342 0141.
Child and family welfare society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa uNombuso Mnomiya kanye noNhlanhla Mhlongo abangabazali bakaSibusiso Ntuli/Mnomiya. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela kulenombolo 033 342 8971 okanye azifikele mathupha kulenhlangano ku224 Berg street.
Child and family welfare society of Pietermaritzburg­ icela ukufuniswa uNombuso Mnomiya kanye noNhlanhla Mhlongo abangabazali baka Sibusiso Ntuli/Mnomiya. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela kulenombolo 033 342 8971 okanye azifikele mathupha kulenhlangano ku224 Berg street.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.