Izaziso

2017-09-06 06:00

UPhelele Sibisi ucela ukufuniswa ubaba wakhe igama elingu Thathezakhe Gumede owayehlala eSwayimane, Sigqumeni area. UThathezakhe washiya umndeni wakhe eyosebenza eGoli kodwa akaphindanga wabuya. Izingane zakhe zingu Sibisi Londeka Nelisiwe kanye noSibisi Sibongakonke Philangenkosi. Onolwazi sicela athinte uPhelele Sibisi noma usonhlalakahle uSilindile Cele kulenombolo 033 502 0074.
Sicela ukufuniswa umama ka Olwethu Sphesihle Sthole onguFatima Mlanzi waseHammersdale. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uZ.H. Mhlongo kulenombolo 033 392 8605.

Kuzobe kune live jazz kwa-Dave’s Jazz Club (KwaMdavu) ngomhlaka 3 kuSepthemba ngeSonto ntambama ngo-5pm. Ozobe enandisa uLondi Mkhize. Kungenwa mahhala. Ngeminye imininingwane xhumana noDavid Nzama kulenombolo 072 053 7592.
If you have attended Merryland Preschool anytime in the last 40 Years! Parents, if you have had a child or grandchild at Merryland Preschool & Day Care Centre at any time, please join us in our 40th Anniversary celebration on Saturday, September 2, at 6pm at

Kharina Secondary School Hall, Northdale.

Tickets will be R120 per person. For more information contact this number 033 397 0773.
Sicela ukufuniswa umama kaLusanda Slindokuhle Maphanga ongu Zamangiba Mbuyazi waseMbali 18 ongaziwa ukuthi wayaphi kanti ubaba wakhe uMondli Clavin Maphanga waseMbali 13. Sicela onolwazi athintane nosohlalakahle uSomtsewu ku 033 392 8642.
Ngicela ukufuniswa uMduduzi Masikane ongubaba kaThobane Ngcobo. Ugcine ehlala eMbali. Onolwazi ngaye ngicela ashayele kulenombolo 033 342 0141.
UMnyango wokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa umama nobaba ka-Vuyisani Nikelo. Umama wakhe nguNtombikayise Nikelo. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle N.E.Ngubane kulenombolo 033 392 8600.
The Child and Family Welfare Society is looking for the whereabouts of the following people:

Zodwa Ndima who is the natural mother for Sbongakonke Ndima - Born 23/07/2016, the natural father is unknown.

Sanele Madlala and Andiswa Gonono - the natural parents for Inathi Gonono - Born- 27/07/2007.
Sicela ukufuniswa ubaba kaNtombifuthi Mzobe waseSobantu. Ubaba wakhe nguSamu Mohamed ongaziwa wayakuphi kanti umama wakhe nguLindani Mzobe ongasekho. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. K. Msomi ku 033 392 8606.
Sicela ukufuniswa ubaba balezingane, Aphiwe Ngcobo, Slondiwe Ngcobo kanye no Asiato Ngcobo abazalwa nguFikisiwe Ngcobo ongasekho emhlabnei. Onolwazi athinte usonohlalakahle kulenombolo 033 392 8600.

Sicela ukufuniswa umama kaScelo Mdunge onguDuduzile Dlamini wase Elandskop owahamba waya eGoli kanti ubaba wakhe u-Aaron Mafika Mdunge waseTamboville ongasekho. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle Nksz N.K. Dlamini ku 033 392 8623 noma ku 033 392 8612.

Sicela ukufuniswa umama kaSandile Mdunge onguJabulile Buthelezi waseGreytown kanti ubaba wakhe u-Aaron Mafika Mdunge wase Tamboville ongasekho. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz. N.K. Dlamini ku 033 392 8623/ 033 392 8612.

Thumela izaziso zakho (send your notices to) makhosandile.zulu@media24.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.