Izaziso

2017-09-13 06:01

SICELA ukufuniswa umama ka Nongcebo Shangase onguNoxolo Dladla ubaba wakhe ngu Phumlani Shangase onolwazi angathintana no sonhlalakahle uN. Madlala ku 033 392 8612.

Sicela ukufuniswa uXolisile Nhlangulela ongu umama kaNomfundo Nhlangulela ongaziwa, ubaba wakhe uMpilo Mkhize onolwazi angathintana nosonhlalakahle N.Madlala ku 033 392 8612.

Sicela ukufuniswa umama kaThabani Mokoena onguPalesa Ntswaki Mokoena owayehlala kaDambuza ongaziwa ukuthi waya kuphi. Kanti ubaba kaThabani uMongezi Radebe waseDambuza. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz Z Mhlongo ku 033 392 8623 noma ku 033 392 8605.

Bengicela ukufuniswa ubaba kaThandolwakhe Msondlwana noKwanele Msondlwana igama lika baba wabo uSthembile Bukhwane obehlala eSweetwaters kaMbutshana khona lana ePietermaritzburg. Bazalwa umama wabo ongasekho uNothobile Msondlwana. Sicela onolwazi ngaye ashayele kule nombolo 033 392 8616 afune usonhlalakahle uC.S. Dlamini.

Sicela ukufuniswa umama ka Alwande no Amanda Dlamini onguZama Nonhlanhla Mnikathi wase Elandskop kodwa ohlala eFrance kanti ubaba wezingane uMduduzi Dlamini waseMzimkhulu kodwa uhlala eTamboville. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uN.K. Dlamini ku 033 392 8612.

Camperdown service office seeks to find the biological parents of the following children. Anyone with the information may contact Mrs N. Mhlanzi on 033 569 8026: Biological father and biological mother of Ndlovu Amahle born 2012/07/31. Biological father and mother of Ezinhle Gcabashe born 2015/04/22 and Enhle Gcabasha born 2015/04/22. Biological father and mother of Yoliswa Gcabasha born 2005/05/09 and Olwethu Gcabasha born 2009/09/23. Biological father of Ngubane Asanda born on 2004/09/09. Biological father of Ngobese Kwanele born on 2006/05/25 and Ngobese Noxolo born 2008/10/18.
I-Child And Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa izihlobo zikaSandile Ndlovu owazalwa ngo 2005/03/07. Umama wakhe ngu Thenjiwe Ndlovu ongaziwa ukuthi ukweyiphi indawo, kanti ubaba wakhe kwakungu Mlungisi Ngubane ongasekho emhlabeni. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uMnu. Nduduzo Sithole ku 033 342 8971.

Ngicela ukufuniswa umama kaThabo noThabang owaziwa ngoMofokeng Dineo owabathola kuMondli Mbanjwa waseAshdown onolwazi athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.