Izaziso

2017-10-11 06:02

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSiyalesihle Mazibuko onguSiyabonga Masikane onolwazi angathinta usonhlalakahle uN. Madlala ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Mncube Aphiwe ozalwa uMncube Sindisiwe ongasekho ogama lakhe uMuzi Gwala. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNksz J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Ngisacela ukufuniswa umama kaSiyanda Mazamane ogama lakhe elinguThandiwe Tunuza Mazamane waseKhokhwane e-Elandskop. Ubaba womntwana akaziwa. Sicela onolwazi axhumane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlovu ku 033 342 3426/033 505 0087.

• Ngisacela ukufuniswa umama kaNtombizethu Hadebe ogama lakhe elingu Nana Hadebe waseKhokhwane e-Elandskop. Ubaba wontwana akaziwa ukuthi ngubani. Sicela onolwazi axhumane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlovu ku 033 342 3426 /033 5050087.

• Besicela ukufuniswa uBaba kaRayna Mkhize. Igama likababa kwakunguZwelakhe Ximba owayehlala eSwapo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMchunu ku 033 392 8600.

• Besicela ukufuniswa umama kaNthabeleng Ndlovu. Igama likamama kwakunguScithleko Mopeli owayehlala eZinketheni. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uMnu. N Mchunu ku 033 392 8609.

• Besicela ukufuniswa umama kaKhumbulani Comen. Umama wayenguMphonyana owayehlala eSwapo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uN Mnchunu ku 033 392 8600/09.

• Besicela ukufuniswa umama uMadineo Shabalala onezingane ezingoSiyabonga noDineo Shabalala owayehlala eSwapo. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uMnu. N Mchunu ku 033 392 8600/09.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSiphesihle Mculwane ohlala kwaMpumuza. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle K. Msomi kulenombolo 033 392 8600.

• Bengisacela ukufuniswa ubaba kaFezeka Angel Chamane oneminyaka engu-5. Umama wakhe nguLungile Chamane ongasekho owayehlala e-Sweetwaters kwaZayeka eduze nesikole iMabane. Ngicela ongaba nolwazi athinte lenombolo 033 505 0083 axhumane noL Gwala.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaThobeka Maphalala onguSam Vilakazi ongaziwa owayehlala kwaMpumuza kanti umama wakhe uNombuyiselo Maphalala ongasekho wakwaMpumuza naye sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz N. Ngubane ku 033 392 8600.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaPatric Ngcobo abangaziwa. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uN.K. Dlamini ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaAndisiwe Ntshangase ongaziwa kanti umama wakhe uThabisile Anastasia Ntshangase owayehlala eNketheni ongasekho emhlabeni. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uN. Dlamini ku 033 392 8642.

• Sicela ukufuniswa ubazali bakaSphamandla Mjoli abangaziwa. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uN.K. Dlamini ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaZenande Kheswa ongaziwa kanti umama wakhe uSthabiso Kheswa ongasekho waseMpolweni. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz L. Mazibuko ku 083 365 2539.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba womntwana uBusisiwe Magubane ozalwa uLungisile Magubane ongasekho okwakuthiwa babehlala eSoweto 14A Sthembiso Street eZola 3. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uZ.H. Mazibuko kulenombolo 033 392 8605.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi usacela ukufuniswa uNana Hadebe odabuka eKhokhnane ozalwa umntwana okuthiwa uNtombizethu Hadebe. Onolwazi mayelana nabazali bakaNtombizethu angathintana nosonhlalakahle kulenombolo 033 342 3426.

• UMnyango wezeNhlalakahle ucela ukufuniswa ubaba kaSiyanda Mazamane ogama lakhe kalaziwa nomama kaSiyanda owaziwa ngoThandiwe Tunuza Mazamane. Onolwazi anathintana nosonhlalakahle uNksz Ndlovu eVulindlela ku 033 342 3426 noma ku 033 505 0087.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaMzamo Mbatha noMelusi Mbatha abanguNcamisile Mbatha noMduduzi Zulu baseMbali eBB. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz Nduli ku 033 392 8620.

Thumela izaziso zakho ku makhosandile.zulu@media24.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.