Kutholakale izidakamizwa

2017-07-19 06:02
Warrant Officer Pather wase Mountain Rise SAPS nezidakamizwa, isidladla sikaxamu kanye nekhanda lemfene okutholakale eHaniville ngoMsombuluko. Isithombe:Sithunyelwe

Warrant Officer Pather wase Mountain Rise SAPS nezidakamizwa, isidladla sikaxamu kanye nekhanda lemfene okutholakale eHaniville ngoMsombuluko. Isithombe:Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA ase Mountain Rise abophe umsolwa otholakale nezidakamizwa kanye nesidladla sikaxamu.

NgoMsombuluko amaphoyisa ase Mountain Rise abesebenzela endaweni yase Haniville, maduzane nase Copesville, lapho abophe umsolwa otholakale ne-whoonga engu-16, amaphilisi e-mandrax amabili, imali engu-R400 kanye nesidladla sikaxamu. Okhulumela amaphoyisa uthe ngenkathi amaphoyisa esematasatasa nomsolwa kukhona omunye umsolwa obonakale etshinga phansi upulasitiki waseyabaleka. Uthe amalungu amaphoyisa athole ikhanda lemfene ngaphakathi kupulasitiki.

Uqhube wathi kusukela ngomhlaka Julayi 5 kuya kumhlaka Julayi 10, amaphoyisa ase Mountain Rise asebenzele ezindaweni ezahlukahlukene ukubhekana nobugebengu.

Uthe ngoLwesithathu oledlule amaphoyisa abophe abantu abangu-13, ababili ababoshelwe icala lokubulala, oyedwa oboshelwe icala lokuzama ukubulala, ababili ababoshelwe ukuphanga, abane ababoshelwe ukuhlasela ngenhloso yokulimaza, abathathu ngecala lokweba kanye noyedwa ngecala lokuhlasela.

Uqhube wathi kusukela ngoLwesihlanu oledlule kuya kuMsombuluko amaphoyisa ase Mountain Rise abophe abasolwa abangu 32 okubalwa kubona abatholakale nezibhamu ezingekho emthethweni, abatholakale nezidakamizwa, ababoshelwe ukudayisa utshwala nezidakamizwa ngokungekho emthethweni.

Uphethe ngokuthi amaphoyisa enze umsebenzi oncomekayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

Makeover saves dog’s life

Lucky Charlie got a complete make-over that helped him get adopted.

 
 

Paws

For the love of Corgis!
Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.