Owase-Edendale kokaMiss Cultural SA

2017-05-03 06:02
UThembeka Ngobese wase Edendale.PHOTO:supplied

UThembeka Ngobese wase Edendale.PHOTO:supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISETHUBENI lokuthi igcine ikhethwe njenge “Ndoni” ka 2017 intokazi yase Edendale ehlungiwe emncintiswaneni wesintu wezintombi Indoni Miss Cultural SA.

UThembeka Ngobese (17) ohlala e-Edendale ube ngomunye wezintokazi ezingu 10 zaseMgungundlovu ezihlungelwe emasotweni amabili edlule emzuliswaneni wokuqala walomcintiswano. Kulenhlolokhono ebibanjelwe ehholo laseMbali uNgobese ushiye amajaji ethathekile ngendlela abezibukisa ngayo ngamakhono esintu. Uqoqe wonke amaphoyinti wabe esedlulela emzuliswaneni olandelayo.

UNgobese utshele leliphephandaba ukuthi wangenela lomncintiswano ngoba engumuntu ozigqajayo ngesintu.

“Esikhathini samanje abasebaningi abantu abasha abazihlanganisa nezinto ezithinta isintu. Ngikhethe ukungenela lomncintiswano ngoba ngifuna ukutshengisa ontanga ukuthi nesintu siyadlisa. Futhi lomncintiswano ngiwuthanda ngoba ugqugquzela nokuziphatha kahle kwabesifazane abasakhula uphinde ugqugquzele nobumbano lwamasiko ahlukene.”

Lomncintiswano owasungulwa uDkt Nomcebo Mthembu uzobe ubanjwa okwesihlanu kulonyaka. Uzungeza izifundazwe eziyisishiyagalolunye ufuna izintombi ezingu 12 ezizoqhudelana kowamanqamu ngo Okthoba.

Ngonyaka owedlule isicoco sika Indoni Miss Culture SA sihlwithwe intokazi yoMswati uThembelihle Mpofu wasesifundazweni saseMpumalanga.

Oqeqesha uNgobese uMnuz Mbuso Nyandu weMbaliyesizwe uthe ukuqokwa kwalentokazi engaphansi kwesandla sakhe kufane nokuqopheka komlando. “Kufezeke iphupho lami ngoba ngingumuntu othanda kakhulu ukufundisa amantombazane asemancane ngendlela yokuziphatha nendlela yesintu. Ukukhethwa komuntu ongaphandle kwesandla sami kusho ukuthi umsebenzi engiwenzayo uyabonakala futhi unomthelela,” kusho uNyandu.

UNyandu obuye ahlela umncintiswano kaMiss KZN Traditional umeme zonke izintokazi ezifisa ukuba ngonobuhle ukuba ziphelele ngobuningi bazo mhlaka 1 May eCity Hall.

Abafuna ulwazi olugcwele ngokuzobe kwenzeka bangaxhumana noNyandu ku 079 616 0059.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/News
 

Buying a puppy? Don’t get scammed!

Hundreds of complaints are filed every year from victims who were scammed when buying a dog online.

 
 

Paws

WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
11 animals before and after they were adopted from shelters
Competition pet grooming – creative or too extreme?
5 Celebrities who are afraid of animals
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.