Owesilisa udubuleke ebusweni

2017-07-19 06:00
Isithombe:SithunyelweOwesilisa oneminyaka engu-23 udubuleke ebusweni kwesinye sezitolo esikumgwaqo u-Chatterton, eMgungundlovu ngeSonto ntambama kwisigameko esibandakanya unogada.

Isithombe:SithunyelweOwesilisa oneminyaka engu-23 udubuleke ebusweni kwesinye sezitolo esikumgwaqo u-Chatterton, eMgungundlovu ngeSonto ntambama kwisigameko esibandakanya unogada.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OWESILISA oneminyaka engu-23 udubuleke ebusweni ngeSonto ntambama kwisigameko esenzeke kwesinye sezitolo esikumgwaqo u-Chatterton, eMgungundlovu.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, u-Colonel Thembeka Mbhele uthe lesigameko senzeke ngesikhathi santambama ngabo 5:15pm.

Uthe: “Kusolakala ukuthi owesilisa oneminyaka engu-23 udutshulwe ekhada ngunogada. Unogada uthe ubesebenzela kumgwaqo u-Chatterton ngenkathi ebona isisulu nomngani waso behlukumeza ikhasimende endaweni yokupaka izimoto. Unogada ukhuze isisulu nomngani waso okubenze ukuthi bebenolaka futhi baphinde bamujikijela ngamatshe. Unogada ukhiphe isibhamu sakhe wadubula isisulu ekhanda kanti isisulu siphuthunyiswe esibhedlela sisesimeni esibucayi. Unogada, oneminyaka engu-34, uboshwe amaphoyisa ase-Pietermaritzburg ngecala lokuzama ukubulala kanti kulindeleke ukuthi uzovela enkantolo yeMantshi yase-Pietermaritzburg ngoMsombuluko,” kusho uMbhele.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 u-Ineke van Huyssteen uthe abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko ngabo 5:30pm bafica inkampani yonogada endaweni yesigameko.

Uthe: “Abosizo lokuqala bamuhlolile owesilisa odubuleke ebusweni. Abosizo lokuqala bakwa ER24 bamuphuthumise esibhedlela i-Greys,” kusho u-van Huyssteen.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

Makeover saves dog’s life

Lucky Charlie got a complete make-over that helped him get adopted.

 
 

Paws

For the love of Corgis!
Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.