Sizonyuka isibalo sokukopishwa ko-mculo uma singabhekile

2017-04-26 06:02

KWELAKHO elijabulisa izwe lonke ngiyabingelela bonke abathandi balo.

Bengithi angizobhala lutho okwamanje, kodwa ngithe uma ngihleli ngicabanga ngabona ukuthi akuzosiza ukuthi ngithule kanti ukuvela kwami obala bekungasiza abaningi.

Ngingowase Greytown kodwa ngihlala e-Mgungundlovu ngokuzama impilo.

Ukuhlala odabeni nje, ngifika endaweni yaseMgungundlovu umculo besiwuthola kalula futhi nje ngingathi bekungu 100%, kodwa manje ngingasho ukuthi 70%.

Kunzima manje kubahlali baseMgungundlovu ukuthola umculo kalula ngoba ayisekho indawo edayisa umculo edolobheni,uma sifuna umculo sekumele siye ema-Mall lokho okungekho lula kwabanye bethu.

Ukuncipha kwezindawo ezithengisa umculo ngibona kuzokhuphula izinga lokukopishwa kwawo.

Sengivala bengifisa ababhekelele ezithinta izitolo zomculo bayicubungule lendaba,eyamadolobha amancane angisayiphathi ayinazo izitolo zomculo,noma sezivuliwe futhi intengo yama CD ingabi phezulu kakhulu, ngicabanga ukuthi lokho kuyimbangela eyenza zigcine zivaliwe izitolo kungenxa yokungathengisi kwama CD.


Sizwe ‘Mabattery’
Lombo KwaNyamazane

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
There's an app for that: how apps have changed us

"There's an app for that" is more than just Apple's marketing mantra. Mobile apps have emerged over the last 10 years or so for practically every need in a person's day and changed our lives.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.