Ubani ozothatha esika Mr & Miss Greater Edendale Mall

2016-08-31 06:00
PHOTO: supplied Izinsizwa nezintokazi ezizodlana imilala koka Mr and Miss Greater Edendale Mall.

PHOTO: supplied Izinsizwa nezintokazi ezizodlana imilala koka Mr and Miss Greater Edendale Mall.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

SEKUSELE abazothweswa imqhele, njengoba konke sekumi ngomumo ngomcimbi ka Mr & Miss Greater Edendale Mall 2016.

Lo mncintiswano uzokuba mhlaka 27 Agasti kuyona lenxanxathela yezitolo kanti kulindeleke ukuba uqale ngo 11 ekuseni. Omunye wabahlela lomcimbi noyilungu lenhlangano Intsha Yomzansi Agency uMnuz Thandokuhle Dlamini uthe lomncintiswano bawusungule ngokubambisana ne-Greater Edandale Mall. UDlamini uthe umncintiswano uhlukene izigaba ezintathu, kwesokuqala kuzomodela ojahidada abaneminyaka engu 5 kuya 10, kube abaphakathi kweminyaka engu 12 no 15 bese kuvalwa ngabaneminyaka engu 16 kuya ku 24.

“Laba abazobe bedlana imilala baphumelele kwinhlolokhono ebingo mhlaka 26 Juni, lo ngumzuliswano wokugcina.”

Okhulumela iGreater Edendale Mall uNkzs Sonya Caldecott nokuyiyona exhase lo mncintiswano uthe bakhethe ukuwuqala ngenyanga kaJuni ukugqugquzela intsha ukuthi izibandakanye kumincintiswano efuze lo.

“Imincintiswano yozime ayijwayelekile ezindaweni zase malokishini, kepha ijwayeleke emadolobheni ngenxa yokuswela izinsiza. Imiklomelo esiyibekile yabazonqoba kowesilisa nowesifazane kwabadala kuphela isamba semali engu R1 500 kanye neVoucher yezingubo zokugqoka ngokuhlukana,” kusho uCaldecott.

Owesifazane ozonqoba uzokuba ngubuso beGreater Edendale Mall izinyanga eziyishumi nambili, amenywe kuzo zonke izinto ezenzeka eMall aphinde afake nemibono yakhe.” kuphetha uSonya.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.