Umcintiswano ohlose ukuthuthukisa izikole

2017-06-14 06:01
ISITHOMBE: sITHUNYELWEIqembu lase Edendale Technical elanqoba umcintiswano wangonyaka odlule.

ISITHOMBE: sITHUNYELWEIqembu lase Edendale Technical elanqoba umcintiswano wangonyaka odlule.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO i-Scie-Matical-SA izoba nomcintiswano wayo waminyaka yonke i-Scie-Matical Cup ngomhlaka 24 kuNhlangulana (Juni) enkundleni yezemidlalo i-Waadley, e-Edendale.

I-Scie-Matical-SA uhlelo olulekelela izikole ukuthi zikwazi ukuzithuthukisa futhi luphinde lulekelele abafundi ukuthi bekwazi ukufeza amaphupho abo ngokusebenzisa ubuchwepheshe.

Okhulumela i-Scie-Matical-SA, uSandile Shabalala uthe: “Siyi-Scie-Matical-SA siyakholelwa ekutheni ezemidlalo zingadlala indima enkulu ekutheni kubekhona uguquko emphakathini yethu, ikakhulukazi uguquko olungaba yinzuzo ebantwini abasha,” kusho yena.

Uqhube wathi yingakho le nhlangano yabona kufanelekile ukuba ibe nemidlalo yayo yokuqala ngonyaka ofile eyayingenelelwe yizikole ezine.

UShabalala uthe imidlalo yakulonyaka izoqhubeka kule eyango nyaka odlule njengoba izikole ezizobe ziyingxenye yale midlalo zizoncintisana kwibhola lezinyawo kanye ne-netball.

Uthe: “Kulokhu kuzongenela izikole eziyisishiyagalombili ezizinze emalokishini ase-Pietermaritzburg. Kulezi zikole kubalwa izikole zamabanga aphakeme iKusaselihle, Amakholwa, iSinqongweni, iNsikayethu Comprehensive, iNyonithwele kanye neMehlokazulu neZamazulu Secondary ne i-Edendale Tech,” kusho yena.

Uqhube wathi kukhona abahlanganyeli abavela kwizinhlan-gano ezahlukahlukene abalekelela ngokuthi lomcintiswano ube yimpumelelo. “Ngingabala uSduduzo Dlamini kanye noJabulani “JB” Ncobeni abavela e-Edendale abadlalela iThanda Zulu Royals abangamanxusa alomcintiswano.

Kanti futhi kukhona abaxhasi esibabonga kakhulu ngoxhaso lwabo, inxanxathela yezitolo zase Edendale abazoxhasa ngeziphuzo nangokuya ngasethunjini, kanti i-Maritzburg City yona izoxhasa ngezokuthutha kuthi uMnyango wezeMidlalo wona uzoxhasa ngezindondo,” kusho uShabalala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

French Bulldog helps kids with facial differences

Lentil Bean is a french bulldog who was born with a severe cleft nose, lip and palate.

 
 

Paws

Weird things dogs do
Makeover saves dog’s life
For the love of Corgis!
Can we communicate with our pets?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.