Uthobane chagwe angeke ayiqede i-Comrades Marathon yalonyaka

2016-06-01 06:00

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OWANQOBA umjaho wodumo nokhula ngendlela eyisimanga iNelson Marathon ngo 2014 uThobani Chagwe wokuzalwa eBulwer eNkwezela uthi iComrades Maratho uzoyigijima kodwa angeke ayiqede. Lomgijimi ukuqinise kulelisonto ngesikhathi ebuzwa ngamalungiselo akhe omjaho omkhlu ozobe waminyaka yonke ozobe ugijinywa phakathi kwePietermaritzburg neTheku (Durban). IComrades Marathon yalonyaka izobe isukela eMphithi (Pmburg) ize iyophelela eMdubane (Durban) ngo May 29.

UChagwe wazakhela udumo ngesikhathi edla umhlanganiso kkwiNelson Mandela Marathon (42,2km) okwakungeyesithathu ngamahora amabili namaminithi angamashumi amabili nesikhombisa (2hrs:27 minutes). Emva kokudla umhlanganiso kuningi okwakubhekeke kulomgijimi nokwenza kubukeke sengathi sekumfakele nengcindezi yokuhlala enza kahle kuyoyonke imijaho. Abanye ongoti bezokusubatha baze baqagule ukuthi ngelinye ilanga uChagwe uyoyingenela futhi ayiwine iComrades Marathon.

Nokho kulelisonto lomgijimi ukubeke kwacaca ukuthi yena uzoyingenela iComrades Marathon kodwa angeke ayiqede ngoba kahle kahle uzilungiselela iCape Town Marathon ezoba eKapa ngoSeptember.

“Njengamanje ngisekhaya futhi ngiyaziqeqesha kanzima phakathi kweBulwer ne Underberg. IComrades Marathon yona ngizoyingenela kodwa angizimisele ngokuyiqeda. Icebo lami ukuphuma uma ngiqeda u40km ngoba kuzobe kufana nokuthi ngizobe ngiziqeqesha nje. Ongincedisa ngokuziqeqesha noma ngingathi umata wami engijima naye uSlindile Gubese. Ngingathi nje konke kuhamba kahle namalungiselelo angiphathe kahle. Mina umqondo wami ukwiCape Town Marathon ngoba ngifuna ukuyiwina, kwiComrades ngizobe ngiziqeqesha nje futhi ngingabheke lutho kuyo,” kuchaza uChagwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.