Uzoba nzima umdlalo we-Arrows ne Sundowns

2017-05-03 06:00
PHOTO: goldenarrowsfc.comUmqeqeshi we-Golden Arrows uClinton Larsen.

PHOTO: goldenarrowsfc.comUmqeqeshi we-Golden Arrows uClinton Larsen.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KULEZINSUKU amathemba aKwaZulu- Natal kwiNedbank Cup nakwi ligi ye-PSL iLamontville Golden Arrows,kulezinsuku ithandwa yimona ngubani kulesifundazwe.

Phela Abafana Bes’thende benze ezibukwayo ngesikhathi bedla iPlatinum Stars emdlalweni weNedbank Cup okade usePrincess Magogo Stadium kwaMashu.

Phela i-Arrows idle lezivakashi zaseNorth West emdlalweni okade usiphuzisa izinwele uqala waze wayophela.

Ngalokhukunqoba sekuchaza ukuthi leliqembu selizodlala amasemifayinela nokuwumzulwiswano owandulela owamanqamu. Kuzothi ngaloLwesihlanu lwakusasa i-Arrows ibhekane nezingqungqulu zebhola zaseMzansi iMamelodi Sundowns kusihlwa ngo 8pm.

Phela wonke amathimu ePSL avele aveve amadolo angazi ukuthi kufanele ahlanganise ini nani. Phela Amasandawana ngesizini edlule adla umhlanganiso kwiligi kanye nakwiCaf Cup.

Umqeqeshi weArrows uthi abadlali bakhe badlala kakhulu kwi-Nedbank kodwa kuyofanele baqaphele koweligi ngoba iSundowns izothanda ukuhlupha ikakhulukazi ngoba sekuya ngasekusongweni kweligi.

“IMamelodi Sundowns ingenye yamakilabhu amakhulu eMzansi futhi-ke akufanele nje sikholwe noma sizikhohlise ngoba phela iqiniso lithi bangoshampeni beligi kanye ne-Africa yonkana. Sizodlala ngokuzimisela futhi siyabahlonipha kodwa phela kuzofanele kukhunjulwe ukuthi sizobe zidlalela ekhaya, kanti nathi asithandi ukuphoxa abalandeli bethu,”kusho uLarsen.

Kanti ikilabhu eyinkathazo kulezinsuku yasePitoli iSuperSport United izophinda ihlangane iphinde ihlukane neKaizer Chiefs njengoba bezobe bebhekene futhi koweligi.

Phela iUnited ibhabaze iKhosi kabuhlungu yabakhipha nakwiNedbank Cup nalapho ekade sekushaywa amaphenathi.

Lomdlalo walezingwenya uzobe ubanjelwe eMbombela Stadium ngaloMgqibelo esiyakuwona.

Kanti-ke isiyonke yePSL
imidlalo ihlelwe kanje:

28 April Highlands Park v Wits 8pm Makhulong Stadium

28 April Golden Arrows v Mamelodi Sundowns 8pm Princess Magogo Stadium

29 April Free State Stars v Polokwane City 3pm Goble Park

29 April SuperSport United v Kaizer Chiefs 6pm Mbombela Stadium

29 April Orlando Pirates v Chippa United 8:15pm Orlando Stadium

30 April Ajax Cape Town v Platinum Stars 3pm Cape Town Stadium

30 April Baroka FC v Bloemfontein Celtic Peter Mokaba Stadium

Sizodlala ngokuzimisela futhi siyabahlonipha kodwa phela kuzofanele kukhunjulwe ukuthi sizobe zidlalela ekhaya, kanti nathi asithandi ukuphoxa abalandeli bethu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

For the love of Corgis!

WATCH: 35 Corgi's to make your day! If they’re good enough for the Queen of England they’re good enough for us.

 
 

Paws

Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.