UZondo kwabazothula izinkulumo ezakhayo eMgungundlovu

2016-09-21 06:00
PHOTO:facebook Pastor Sthembiso Zondo

PHOTO:facebook Pastor Sthembiso Zondo

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KULINDELEKE ukuthi kugcwale phama eWinston Churchill Theatre kusasa (ngoLwesihlanu) ntambama ngesikhathi kunomcimbi wezinkulumo ezakhayo i-Be Seen Motivational Tour.

Ngokusho kukaBheki Mazeka we-Be Seen Advertising Agency okuyiyona ehlele lomcimbi balindele ukuthi amathikithi athengwe kungabi khona izihlalo ezingenamuntu.

“Sike sawenza umcimbi ofanayo eThekwini ngenyanga ka-July ePlayhouse lapho kwakugcwele khona abantu abalinganiselwa ku 3500 ngakho siyathemba ukuthi abantu baseMgungundlovu nabo bazophuma ngobuningi babo bayothenga amathikithi babe yingxenye yomcimbi wethu,” kusho uMazeka.

Lomcimbi kulindeleke ukuthi uhlolose ngoPastor uSthembiso Zondo weSoul Renaissance Ministries oke wathula izinkulumo ezakhayo kuKhozi FM. UMazeka uthe benza lomcimbi ngoba bebona ukuthi abantu bayakudinga ukuthi bahlale begqugquzelekile.

“Simema wonke umuntu ukuthi azothola ukuvuseleleka ngoba yinto sonke esiyidingayo empilweni ukuze silandele amaphupho ethu. Kulomcimbi simeme nosomabhizinisi asebephumelele ukuthi bazohlephulela isinkwa labo abanesifiso sokuthi nabo benze kangcono empilweni.”

Phakathi kwabanye okulindeleke ukuthi bashiyelane inkundla noPastor Zondo uBishop Sabelo Mdletshe, Pastor Trevor Phoswa we-God’s Victory Family Church, Moffat Ndlovu no Gcobisa Mpoto kanti uhlelo luyobe luphethwe uSya Mhlongo woKhozi FM.

Kanti kulindeleke ukuthi uSphe Ngcobo owaduma kuma Idols, Thobekile Mkhwanazi, DJ Bongs no Babo Ngcobo nabo banandise kulomcimbi. Kuyophinde kube nengxenye yosomahlaya abazoqhulula amahlaya bashiye abantu bephethwe yizisu.

Amathikithi ayatholakala eComputicket nase Shoprite ngo R150 kanti i-VIP R250, nasemnyango ayobe etholakala. Umcimbi uzoqala ngo 6 ntambama kuze kube ngu 11 ebusuku. Mayelana neminye imininingwane ngalomcimbi ungathintana no Zeps ku 073 515 0362 noma uGcobisa ku 079 307 9662.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.