Babongiwe abesifazane

2015-08-27 06:00

I-BLACK Suit Gentlemen (BSG) Club iphathe abesifazane bePhumlaniM Foundatio (PMF) ngezandla ezintofontofo ukugubha inyanga yabesifazane ezinsukwini ezedlule.

Lenhlangano yabesilisa abasebancane ichithe usuku nalaba besifazane eMargate Hotel ibabonga ngokuziphatha kahle. UPhiwe Mzindle ongumgcinimafa weBSG ubeke inkulumo emfishane ebibaluleke kakhulu ngokuguqulwa kwezinqondo zabantu besilisa emiphakathini esiphila kuyo. UMzindle uqhakambise amazwi akhe athi kumele umuntu wesifazane anikwe uthando futhi ahlale ezazi ukuthi ubalulekile.

“Abesifazane kumele babongwe ngaso sonke isikhathi ngokumelana nakho kone okungalungile okwenziwa abantu besilisa kubona. Uma umuntu wesifazane engase athole okwenziwa umuntu wakhe wesilisa ngesikathi engekho phambi kwakhe kungalimala imindeni eminingi. Ngakho thina njengamadoda kumele sibonge sixolise ngezinto esizenzayo ezingalungile ebantwini besifazane,” kusho uMzindle.

Uqhube inkulumo yakhe wathi njengabantu besilisa bayabona ukubekezela kwabesimame uma amadoda ebatshela ukuthi bahle ngaso sonke isikathi, ikakhulukazi kulesi khathi ekuphilwa kusona manje.

“Kulesikhathi samanje amadoda abona umuntu wesifazane emuhle uma engagqokanga kuphela, yilapho wona ebona ukuthi ume kahle, okungeyona into enhle,” kusho uMzindle.

I-BGS ibiyizimisele ngempela uku khombisa laba besifazane ukuthi babaluleke kanjani.

uMzindle uthe umuntu wesilisa ngesinye isikhathi kumele azifake ezicathulweni zowesifazane azibuze ukuthi yena angakwazi yini ukumelana nezinto ezenziwa abesilisa kwabesifazane.

Ngokusho kwakhe uMzindle, umuntu wesilisa ofundisekile uzinika isikhathi ukuthi azi ngomuntu wesifazane njengomuntu ohlukile kunaye odinga inhlonipho nothando.

Abaningi balenhlangano iPhumlaniM Foundation baphuma emakhaya lapho kunzinyana ukuphila labe ngalutholi khona uthando. UMzindle uthe ingakho njenge BSG nePMF bebatshengisa ukuthi lukhona uthando.

“Umutu wesifazane ungumuntu okwazi ukuvikela umndeni wakhe, onothando lwabanye abesifazane, ohlale enedlela yokuqhubekela phambili. Abesifazane babalulekile emakhaya nase miphakathi esiphila kuyona,” kusho uMzindle.

Ekupheleni kwosuku abesifazane banikwe izipho bakhombisa ukujabula okukhulu

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.