Bafuna amatayitela ku-cluster 7

2015-04-30 14:55

IMIKHANDLU iHibiscus Coast Municipality kanye noUgu District Municipality babambisene bathula isabelo zimali emphakathini wakwaNzimakwe kwaLatshoda ehholo ngoLwesihlanu.

Ngaphambi kokuthi kwethulwe isabelo zimali, umphathi womkhandlu iHibiscus Coast iMeya uNomusa Mqwebu uye wathinta udaba olusematheni kulezi zinsuku lokuxoshwa nokushaywa kwabantu basemazweni angaphandle.

UMqwebu uncome kakhulu umphakathi wasoGwini ngokuthi ungazibandakayi kulezimpi ezingenaso isidingo.

Isabelo sezimali somkhandlu iHibiscus Coast sawugculisa umphakathi ku Cluster- 7, kepha wabe sewuba nezicelo eziningi mayelana nezikinga ababekene nazo njengo mphakathi.

Ezinye zezicelo ezenziwa amaspeed hump emigwaqeni, ugesi okhanyisa emigwaqeni phecelezi, ukunakekelwa kwezinkundla zemidlalo, ukunqunywa kotshani nezikhotha ezinkulisa kanye namatayitela ezindlini zabahlali bakuWard 1 kwaLatshoda ukuyizindlu zomuxhaso. UMnu. uMax Mbili oyimenenja yomkhandlu iHibiscus utshele

umphakathi ukuthi konke kusezinhlelweni, njengoba kwethulwa lesabelo zimali.

“Amatayitela ezindlu nizowathola, kuphela nje okubalilekile okufanele nikwazi wukuthi izindlu ezenu akekho umuntu ozonikhipha kuzona,” kusho uMbili.

Uphinde wakhulumela aboGu njengoba umphakathi wawukhala ngamanzi.

“Sikhulumile naboGu savumelana ukuthi udaba lwamathoyilethi namanzi sizolufaka kwisabelo zimali,” kusho uMbili

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.