Kugujwe usuku lomama basemaphandleni

2015-10-22 06:00
PHOTO: precious gumede

Omama abavela kwimifelandawonye (co-op) ehlukene (kwesokunxele)Jowie Phillip (Bhobhoyi Co-Op), Zethu Mthiyane (Similela Nyandezulu) kanye noBeauty Majola naye owaseBhobhoyi.

PHOTO: precious gumede Omama abavela kwimifelandawonye (co-op) ehlukene (kwesokunxele)Jowie Phillip (Bhobhoyi Co-Op), Zethu Mthiyane (Similela Nyandezulu) kanye noBeauty Majola naye owaseBhobhoyi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IHHOLO lase Ugu Sports and Leisure beligcwele lichichima abesifazane basezindaweni zasemaphandleni abaphuma kusona sonke isifundazwe bezogubha usuku lwabo. Lokhu bakwenze noMnyango Wokuthuthukisa Izindawo zaseMaphandleni (Department of Rural Development and Land Reform).

Lolusuku lokubungaza iqhaza lomama basemaphandleni laqalwa ukubungazwa ngonyaka we-2006, lapho kwabonakala ukuthi lababesifazane babamba iqhaza elikhulu ngokuthi bavuke ekuseni baye emasimini, baye emifuleni ukuze bakwazi ukukhulisa nokunakekela imindeni yabo nanokukhulisa isizwe.

Omama bathole ithuba lokuba bazothamela inkulumo kangqongqoshe walomnyango futhi bakwazi nokubona nemisebenzi yezandla yabanye omama bakhona la oGwini nabaye abaphuma ezindaweni ezikude ezifana noMadadeni nakoNongoma.

“Ngizizwa ngijabule kakhulu ukuthi nami ngize ngifike kule sports and leisure, sihlezi sizwa ukuthi kunama Jazz abantu abasha ngihhale , namhlanje ngila ngizoguba usuku lwethu thina omama base makhaya,’ kusho umama uEunice Ndlovu.

UNdlovu uthe akulindele kulomcimbi ukuthola ulwazi ngezolimo.

Omunye womama othole ithuba lokudayisa umsebenzi wakhe uVicyorai MaGebashe waseGamalakhe othe uyaqala ukuhamba loluhlobo lomcimbi.

“Mina ngizenzela umsebenzi wezandla ngakhe izinto zobuhlalu ngizidayisele ekhaya. Ngiyajabula ukuba ngithole lethuba,” kusho umama uGebashe

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.