Osomabhizinisi bacotshelelwe ngolwazi

2015-07-02 06:00
PHOTO: precious gumede

x

PHOTO: precious gumede x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INATIONAL Empowerment Fund ukuwuhlaka lokuphucula osomabizinisi abamnyama ngaphansi komnyango wezokuhweba nezimboni (Department of Trade and Industry) ivakashele osomabhizini basoGwini ehholo lomphakathi eZG eGamalakhe ngoMsombuluko ntambama, ukuzobanika ulwazi ngamathuba osomabizinisi abanga bothula kuwona.

UPortia Mazibuko uchaze iNEF njengohlaka olusiza osomabizinisi abancane nabakhulu.

“Thina sisiza abantu abamnyama abafuna ukuziqalela amabhizinisi, abafuna ukukhululisa amabhizinisi kanye nabafuna ukuthenga amabhizinisi ezinkampanini ezinkulu ezifana namagaraji namafranchise afana noKFC. UMazibuko uthe kunemigomo elandelwayo kanye nezihlelo okumele osomabizinisi badlule kuzona ukuze bathole loluxhaso.

INEF ithe iqala ukuxhasa ngemali engu R250 000 kuya esigidini (R1 million).

Osomabizinisi abahambele lomhlangano bathola ukuba khona kwalomhlangano kube usizo kibona njengoba abaningi abebewuhambele kungabantu abanezifiso ezinkulu ngamabizinisi abo abebengazi ukuthi usizo bangaluthola kanjani.

Omunye wosomabizinisi abancane owakhona la Ogwini uKhethokuhle Mndebele ozidayiselayo uthe kumsize kakhulu ukuza kulomhlangano.

“Angikaze ngithole ithuba elifana naleli ukuthi kubekhona umnyango oza mathupha emphakathini omnyama uzobatshela ngezinsiza. Konke esikuthole kulomhlngano kuzoba usizo olukhulu kithina njengo somabizinisi abamnyama,” kubeka uMndebele.

UMazibuko uphinde waxoxela osomabizinisi ngamanye amaphrojekthi asebewasizile esifundazweni, nasePort Shepstone.

“La ePort Shepstone sisebenzisane nosomabhizinisi wegalaji i-Engen eliseshelly Beach, oweza kithina wacela usizo lwemali ukuthi athenge lefranchise, wayithola indawo wayithola imali. Esikubhekayo ukuthi ibhizinisi lakho lizosebenza nokuthi indawo oketha ukwenza kuyona ibhizinisi lakho iyalivumela yini,” kusho uMazibuko.

Uphinde wathi osomabhizinisi bangeza emnyangweni wabo ukuzothola ulwazi oluthe xaxa ngokonga imali kanye nokuthi bangayitshala kanjani imali.

Amanye amabhizinisi aqhubekayo kusona lesisifundazwe aphothule kuloluhlaka iMega City eseMlazi ehlanganise, Jozini Tiger lodge, kanye neTala game Reserve.

Omunye wabo ubuze ukuthi uma usebenzisana nomuntu kwi co-operation kanti yena unegama elibi kucredit bureau iNEF iyakwazi yini ukuthi inisize. Impendulo ayitholile ukuthi iNef iyakwazi ukusiza noma ungenawo ngisho utiki kepha unephupho ngebhizinisi elibonakalayo ukuthi lizoyingenisa imali.

“Uma inkampani noma usomabizinisi eBlacklistiwe siyakwazi ukuthi simusize uma kukhona imizamo ayenzanyo ukuthi alungise igamalakhe naleyo nkampani ayikwelethayo,” kusho Umazibuko.

Abanye osomabizinisi bacele amafomu emva komhlangano okubhalisela usizo ngamabizinisi abo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.