Uya kude uDJ osafufusa

2015-11-04 06:00
Dj Quonic enza adume ngazo.

Dj Quonic enza adume ngazo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNQOBILE HLOPHE ongumfundi waseSayidi TVET uyaphumelela ngethalente lakhe lokuba uDJ. UHlope waziwa ngelika DJ Quonic kanti uqhamuka endaweni yase Gamalakhe.

Lomfana osemncane oneminyaka engama-24 usethole amazwi enqubekela phambili nancomayo kubalaleli bemisakazo yodumo efana noGagasi FM ngengoba ebekade edlala kulomsakazo ezinsukwini ezedlule.

UHlope uthi wazalelwa endaweni yakwaNzimakwe esigodini sakuLobi okuyilapho akhulela khona wafunda namabanga akhe esikole aphansi.

Uthe ufunde eGamalakhe TVET enza izifundo zolimo iAgriculture okuyilapho watholana nabangani abanothando lomculo.

“Umculo ngaqala ukuwuthanda ngisemncane kwahamba isikhathi ngathanda ukuzihlanganisela izingoma,’ kusho uHlophe.

UHlophe uthe bebejwayele nabangani bakhe ukuzigangela bezenzela ama-mixtape lapho behlanganisa izinhlonbonhlobo zomculo bakhe iculo elilodwa.

Uphinde waxoxa ukuthi abanye oDJ asebephumelele abukela kubona uDJ Tira wase-Afrotainment kanye nomunye wakhona la Ogwini uBongani Zakuza owaziwa ngelika DJ 101.

“UDJ 101 uyena DJ engizibona ngimthanda futhi owenza nami ukuthi ngiqhube ikhono lami. Ngithanda indlela enza ngayo uma ejabulisa abantu futhi unothando lwento ayenzayo. UTira yena ngimthanda ngoba umculo wakhe unomehluko nje kubona bonke oDJ,” kusho uHlophe.

Uthe ujabule kakhulu ngesikhathi Igagasi FM ikhetha ukudlala eyakhe imix ohleweni iBig Bang Show.

“Ngazizwa ngijabula kakhulu ukuzwa umsebenzi wami emsakazweni. Into engayenza ukuze nami ngithole lelo thuba kwaba ukuthi ngifake imix yami kwipage lalohlelo kuFacebook,” kusho uHlope.

Uthe kwamthokozisa nokuzwa ukuthi abantu bathi ingoma zakhe noma imix yakhe iyashaya futhi bangajabula ukuphinde bayizwe emsakazweni.

UQuonic uthe usedlale ezindaweni eziningi la Ogwini ezofana noBackline Night Club, Ebumnandini Tarven, Soul Cafe okuyizindawo ezidumile zobumnandi.

Uthe abathandayo ukuzwa ama-mix akhe noma abafuna ukuthi azodlala emicimbini yabo bangamlandela kuFacebook DJ Quonic Nqoh Hlophe noma bamthinte ku-0612087504..

UDJ 101 uyena DJ engizibona
ngimthanda futhi owenza nami
ukuthi ngiqhube ikhono
lami. Ngithanda
indlela enza ngayo uma ejabulisa
abantu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.