‘Abahlonishwe abadala’ - ungqongqoshe

2017-10-12 06:01
PHOTO: thami ka-nkosiLezi ngezinye zezikhulu ebezikhona kade kubanjwe iphalamende labantu abadala (kwesobunxele) Velaphi Phatho, Ndabenzima Dayi kanye noPhumephi Ngwazi

PHOTO: thami ka-nkosiLezi ngezinye zezikhulu ebezikhona kade kubanjwe iphalamende labantu abadala (kwesobunxele) Velaphi Phatho, Ndabenzima Dayi kanye noPhumephi Ngwazi

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNGQONGQOSHE wezenhlalakahle uNkk. Weziwe Thusi ukhwele wadilika kubashayeli bamatekisi abahlulekayo ukuphatha kahle abantu abadala uma begibele ematekisini abo. UThusi ukhulume ngoLwesihlanu olwedlule ngesikhathi kunephalamende labantu abadala ezinkundleni zemidlalo ePort Shepstone. Izaguga zidele imvula nodaka ukuba zizoba ingxenye yalezi zingxoxo.

Uthi kuyomele abanikazi bamatekisi babhekisise uma beqasha abasebenzi ukuthi banaso yini isineke sokusebenza nabantu abadala ngoba abanye babo sebeguge kakhulu futhi bayakudinga ukuba bathole ukuphathwa ngendlela efanele.

Umeya wamasipala wasogwini uCllr Mondli Chiliza uthe ukunakekelwa kwabantu abadala kusho ngokusobalala ukuthi uhulumeni uyanakekela futhi ubakhathalele labo asebethanda ukukhathala emzimbeni .

“Masikusho lokhu ngokukhulu ukungahlonizi ukuthi ukuze isizwe sibe ngesihle futhi esiphusile kumele kuhlonishwe labantu abadala ngoba isizwe esingabahloniphi asiphumeleli.

Kuleli phalamende elithathe izinsuku ezimbili kuphinde kwadingidwa kabanzi ngeqhaza abantu abadala abasangalidlala ekuthuthukiseni isizwe kanye nokubuyisa ubumbano esizweni.

Nakuba izinkulumo zona zibe nohlonze kodwa ukungaqapheli kwabahleli bomcimbi ikona okufike kwaqashewla kakhulu ngabanye njengalokhu kubekhona izikhalazo ngendawo ehlonziwe ukuthi kwenziwe kuyina lomcimbi.

Abantu abebehambele lomcimbi bebexova udaka izimoto zingakwazi nokungena lokho kwaholela ekutheni abantu abadala bashiywe ngaphandle betabhale ngonyawo kuze bagcine befikile kulomcimbi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/Sport
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.