Babonga bayanconcoza ngosizo

2016-05-12 06:00
izithombe: zithunyelwe Umndeni wakaLushaba unikezwe imphahla(emuva kwesokunxele) Thabani Mhlongo, Doreen Mfeka, and Mjabulelwa Madlala. (Phambile kwesokunxele) Thembani Loh Lushaba kanye no Zodwa Lushaba.

izithombe: zithunyelwe Umndeni wakaLushaba unikezwe imphahla(emuva kwesokunxele) Thabani Mhlongo, Doreen Mfeka, and Mjabulelwa Madlala. (Phambile kwesokunxele) Thembani Loh Lushaba kanye no Zodwa Lushaba.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISITHABILE Support Group yakwaMadlala kuWard 14 ithi iyabonga ngempumelelo yezinhlelo zayo zokuvakashela abaswele endaweni. AbeSithabile bavakashele imindeni emibili enabantu abakhubazekile bebapha izipho zezingubo nokunye.

Okhulumela leliqembu uMnu. Erricson Madlala uthe bavakashele umndeni kaNksz. Thembani Lushaba endaweni yakwaNtiwa bamupha izimpahla zokugqoka kanye nabantwana abayizintandane ahlala nabo.

“Sibuye savakashela eGwababeni lapho besiyopha uMnz. Nicholas Lushaba osegule iminyaka eyisishagalolunye, owashawa isifo sohlangithi ongakhulumi,” kusho uMadlala.

Uthe naye uMnu. Lushaba bamuphe izingubo.

Lelithimba eliletha usizo emphakathini lithi leswele amazwi okubonga kubo bonke abaxhasi babo ukuze umsebenzi wabo uqhubeke.

“Sibonga kakhulu kwande nalapho abaxhasi bethu bethatha khona. Sibonga uMnu. Mzelemu osebenza eMndeni, uDolly osebenza eGreen Grocery kanye noMnu. David dlamini kwaQwabe,” kusho uMadlala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.