Bacobelelane ngolwazi abesifazane

2017-03-02 06:01
Bahambele umcimbi abase St. Martins De Porres (kwesokunxele) Kubashnee Perumal, uSister Staff Dlamini kanye noChandni Udith-Moodley.

Bahambele umcimbi abase St. Martins De Porres (kwesokunxele) Kubashnee Perumal, uSister Staff Dlamini kanye noChandni Udith-Moodley.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

SIBE yimpumelelo isidlo santambama sabesifazane benhlangano i-Heart to Heart Women and Children’s Foundation, ebesibizwa nge-Red Lipstick Ladies Dinner eMdlalo Lodge ngoLwesihlanu. Lesi sidlo besihanjelwe abesifazane abaqhamuka emikhakheni ehlukahlukene, okubalwa abezenkolo, umasipala, abamakhono, abomthetho, abezinhlangano ezisebenza ngokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane kane nabanye.

Ongumsunguli wenhlangano iHeart to Heart uNkz Nomzamo Ndlovu uthe abesifazane bebephume ngobuningi babo ukuzothamela izinkulumo ezakhayo mayelana namalungelo abesifazane nezingane kanye nokuhlukunyezwa kwabo. Isikhulumi sosuku uNksz Vuyi Tsako, uthe ubudlwelwane obuhlukumezayo kufana nolwembu besicabucabu. “Uma unobudlwelwane obungemnandi obuhlukumezayo uyavaleleka, uphazamiseke nasemqondweni, uphile ngokwesaba. Loluhlobo lobudlelwane kunzima futhi akujwayeleki,” kusho uNksz Tsako. Emva kwezinkulumo zabaningi ebezihleliwe, kunandise uTender Mavundla Kanye no Thembi Kupisa ngomculo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.