Bakhathazekile ngamanzi ‘angcolile’

2016-03-03 06:00

UMPHAKATHI wasOshabeni wethukile futhi uzibona ungaphephile ngamanzi owaphuzayo aphuma kompopi. UCres Ndlovu ongumhlali wakulendawo uthi akaculisekile neze ngombala wamanzi abawaphuzayo noba akazi noma lamanzi akulungele yini ukuthi aphuzwe. Uthi ngabe kungcono ukube umasipala uyabatshela ukuthi kwenzekani.

“Umasipala uzithulele nje kusukela mhlaka 22 February kwenzeka lento, asitshelwa lutho,” kusho uNdlovu.

UNdlovu uthe ngezinye izikhathi umasipala uye athumele ngekhansela. “Asitshelwanga ngisho ikhansela noma izimoto ezishoyo ukuthi siwaphuze amanzi nanokuthi ngabe banenkinga yini,” kusho uNdlovu.

Nakwezinye izindawo ike yaba khona lenkinga yamanzi angacacile.

Okhulumela umasipala uFrance Zama uthe indawo yasoShabeni iphakelwa umfula waseAssisi, umfula waseAssisi unamanzi agunyaziwe iSANS phecelezi

South African National Drinking Standards (SANS 241). “Lokhu kusho ukuthi amanzi aphuma khona aphasisiwe ukuba aphuzwe abantu. Umasipala awuzenyezi ngamanzi aphuma khona ngoba asesimeweni,” kusho uZama.

UZama uthe ngomhlaka 22 February kwaqhuma ipayipi elikhulu Oshabeni okungenzeka ukuthi ilona elidala ukuthi amanzi abe nombala ongacacile.

Uthe umasipala uzothumela ochwepheshe ukuba bayobhekisisa ukuba konke kuhamba ngendlela yini emapayipini nasedamini aphakela umphakathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.