Bathi bazizwa bengaphephile abomndeni owaqothwa

2015-11-12 06:00

ABOMNDENI wakwaMncwabe bathi bathuke kwaphela nasozwanini ngenkathi befika ekhaya labo kugqekezwe enye yezindlu zokulala.

Lomndeni usanda kuba sematheni emva kokungenelwa abantu babulala amalunga ayisishagalolunye okubalwa izingane ezisencane kanye nezaguga ezimbili kubangwa ezomndeni.

Lomndeni uthi udumele ngesikhathi ubuya okokuqala ngoLwesibili selokhu kwenzeka kwalomshophi behamba nongqongqoshe wamaphoyisa uMnu. Nathi Nhleko befica amawindi ebhodloziwe nezimphahla ebazishiya ngelanga lomngcwabo zingasekho.

Okhulumele lomndeni uBazo Mbhele ongumshana uthe kuyabathusa lokhu abakuficile.

“Ngempela kushukuthi asiphephile futhi basekhona abasele abasolwa abangaboshwanga. Yini eyenza umuntu ukuthi azontshontsha imimmese, izihlalo kanye nezinkomishi ebezisetshenziswa abantu abangasekho?,’ kusho uMbhele.

Uthe lokhu kuyakhombisa ukuthi khona okusabalandela.

UMlungisi Mncwabe okunguyena owakwazi ukuthi azivikele ngalobo busuku benhlekelele uthe akazi ukuthi angathini ngendlela labantu abenza ngayo.

Uthe amaphoyisa mawaqhubeke nokuphenya njengoba kukhombisa ngokusobala ukuthi lomndeni usahlaselwa.

Amaphoyisa acele noma ubani onolwazi ngalesi sigameko awalume indlebe kubanje izigilamkhuba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.