Ezomculo noMshedis

2016-08-25 06:00
Umsakazi uDJ Mshedis Xolo weRadio Sunny South.

Umsakazi uDJ Mshedis Xolo weRadio Sunny South.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ANGIPHINDE nginibingelele kulengosi lasikhuluma ngomculo nezingwazi zalapha eNingizimu Afrika.

Namhlanje sizoxoxa ngomculo weSoul. Loluhlobo lomculo oladabuka phesheya kwezilwandle. Abaculi ababaziwa ngaloluhlobo lomculo ngingabala uJames Brown, Percy Sledge, Otis Redding Aurthur Conley kanye noBrook Benton.

Luthandiwe kakhulu loluhlobo lomculo ngeminyaka yawo 1965 kuya eminyakeni yo 1973. Loku kubenomthelela kubaculi bakhona la eNingizimu Afrika lapho ngibala uJacob Radebe owayedume ngelika Mpharanyana, Babsy Mlangeni nama All Rounders ezika Koloi Lebona, Movers ezika david Thekwane, Movie Movies ezika Thulani Siyoka wase Pietermaritzburg kanye nama Question Marks, ngingakhohlwa izinsizwa zaseCapert Town oRichard Jon Smith, Lionel Peterson, Little Ronnie Joyce kanye naye uJohnathan Butler. UButler wayeneminyaka eyi-12 ngalesosikhathi edume ngengoma eyayithi ‘Please Stay’.

Lesi kwakuyisikhathi esasimnandi kakhulu kwezomculo lapha eNingizimu Afrika, umculo weSoul wawuzwakala kakhulu emisakazweni, uthandwa ngendlela eyimanga, ekakhulukazi emalokishini. Thina lapha ePort Shepstone saba nokukhulu ukuziqhenya ngokuthi sibe nomculi wakhona lapha uVictor Mfanu’fikile Khusi wase Gcilima owayecula futhi edlala ilead guitar kwiqembu iMovie Movies. Lobhuti wagcina esenendawo yokuzijabulisa eyabanendumela eyayibizwa ngokuthi iJabula Inn abanye beyibiza ngokuthi kusesiJokolweni.

Likhulu kakhulu ikhono elalivezwa abaculi bakuleli ngoba kulesikhathi babedlala bukhoma izinsimbi, izinga lomculo walapha kumbe abaculi banamhlanje sebecula bejahe imali phambili, nomculo osheshayo ongenamuyalezo kangako, lokho kuyawubulala umculo.

Asibonane ngokuzayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.