Ikhunjulwe koweJazz intatheli yodumo

2016-06-16 06:00
Izithombe: precious ntuli Luck Mtshali kwesokunxele) noMzwandile Sosibo abadlali bezinsimbi baFanie Dick.

Izithombe: precious ntuli Luck Mtshali kwesokunxele) noMzwandile Sosibo abadlali bezinsimbi baFanie Dick.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

BEBEPHUME ngobuningi abantu ukuzothamela umculo we-Jazz eUgu Sports and Leisure Centre ngoMgqibelo ntambama. Amaqembu omculo weJazz aphuma kwi Mzansi Jazz Association aphume ngobuningi bawo ukuzonandisa kulomcimbi nabaphinde bakhumbula kuwo intatheli eseyasishiya uMnu. Greg Nota owayengumthandi omkhulu walomculo. UNota wayengomunye wabasunguli beMzansi Jazz Club futhi ewuhambela umculo weJazz.

Imzansi Jazz ithe ithanda ukumkhumbula uNota ngeqhaza elikhulu alidlala esaphila.

Umndeni kaNota nawo ubukhona kubalwa umkhulu wakhe kanye nonkosikazi wakhe uNkk. Nomdumiso Ncayiyana.

Asine adedelana amaqembu esteji kwab esekungena uMnu. Shadrack Mshedis Xolo ongumsakazi womculo weJazz kuRadio Sunny South wadedela ezingasoze zabuna.

Okhulumela iMzansi Jazz Association ongusihlalo UNksz. Ntombikayise Langa uthe lomcimbi ubeyimpumelelo kakhulu wabonga nokubambisana nabe Ugu jazz Festival iCyassounds.

“Siyohlale simkhumbula uNota ngomsebenzi wakhe omuhle kulenhlangano yethu. Uyidlalile indima yakhe," kusho uLanga.

“UNota wadlala indima enkulu ekutheni thina ngososesheni sikwazi ukusiza abahlwempu abathandayo ukuhambela iJazz, ngezingubo nokunye masekufika isikhathi sefestival ukuze nabo bakwazi ukuyi hambela,” kuphetha uLanga.

UNota wadlala indima enkulu ekutheni thina ngososesheni sikwazi ukusiza abahlwempu abathandayo ukuhambela iJazz, ngezingubo nokunye masekufika isikhathi sefestival ukuze nabo bakwazi ukuyi hambela

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.