Imfundo ayikhulelwa Ogwini

2016-03-10 06:00
PHOTOs: supplied Ikhansela uNksz Thokozane Dzingwe.

PHOTOs: supplied Ikhansela uNksz Thokozane Dzingwe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAKHANSELA Ogu akhombisa ngikusobala ukuthi imfundo ibalulekile kunoma ubani. Ungaba usopolitiki kepha ukuze uqhubekele phambili nempilo kumele ufunde.

Amakhansela amathathu asoGwini uThokozane Dzingwa, Lindiwe Ntanza kanye noSizwile Zuma baphothule izifundo zabo nokuqeqweshwa kwabo ezifundweni zobukhansela (Accredited Councillor Training Programme NQF level 3).

Lamakhansela agqoke amajazi awo eThekwini eCoastlands Hotel ezinsukwini ezedlule emcimbini obuhlelwe umnyango wezokuBusa nokuBambisana (Cogta).

Ungqongqoshe walomnyango uNksz Nomusa Dube-Ncube uthe kubalulekile ukuba amakhansela afunde ngokuphatha umphakathi.

Ezinye zezifundo abezifundwa ezomthethosisekelo (Legislature), imithetho yobuholi (Good Governance and Codes of Conduct), ulwazi lwezimali zomkhandlu kanye nezinye eziphathelene nokusebenza komkhandlu.

Ngokuka Dube-Ncube, inhloso yokuthatha lezifundo ukuthi amakhansela akwazi ukubhekana nazozoknke izingqinaba zobukhansela nokulethwa kwentuthuko emphakathini.

“Njengoba sikulonyaka wokuvota, amanye amakhansela kungenzeka angabuyeli ezikhundleni zawo kodwa ngesizathu sokuthi benze lezi fundo bazokwazi ukuthi baqhubeke ekuletheni intuthuko emiphakathini noma ngabe bakusiphi isikhundla abazongena kuzona emva kokhetho,” kusho uDube-Ncube.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.