Inkunzi isematholeni

2016-09-15 06:00
Kusukela kwesokunxele, Cllr Phumzile Habile (Ward 17), Cllr Bonga Luthuli (Ward 16) Cllr Marcia Mfecane (Ward 10) and Cllr Oscar Luthuli (Ward 5).

Kusukela kwesokunxele, Cllr Phumzile Habile (Ward 17), Cllr Bonga Luthuli (Ward 16) Cllr Marcia Mfecane (Ward 10) and Cllr Oscar Luthuli (Ward 5).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUYIQINISO ukuthi indlela ibuzwa kwabaphambili. Nami nginguMeya namhlanje kukhona ababekhona ngaphambili kwami ngiseyikhansela elincane ngibuza futhi ngifunda kubona. Kungijabulise kakhulu ukubona abantu abasha abane abekade besezikhundleni zokuhola uMkhandlu wabantu abasha bengena beba amakhansela. U-Cllr Bonga Luthuli okade enguNobhala we Youth Council- ward 16, Cllr Phumzile Habile okade engu Sekela Nobhala Youth Council uka ward 17 manje, Cllr Oscar Luthuli okade enguSekela Sihlalo weYouth Council uka ward 5 manje Kanye no Cllr Marcia Mfecane okade eyilunga lokwengezelela oka ward 10 manje.

Ubuholi eMzumbe Municipality bakuqale kudala bakhula nako ukuhola okuzokwenza ukuthi kube lula ukubamba izinto ezibalulekile ukuthi kusizakale ngokuthuthukisa umphakathi. Impela umkhandlu usezandleni eziphephile ngoba kusobala ukuthi ikusasa lalomkhandlu liyabonakal kubona njengoba labonakala nakithina. Ukuphatha kwethu umkhandlu kuveza ngokusobala ukuthi saqeqesheka kahle sisengamakhansela amancane.

UDr Miles Munroe wathi siyiqoqo lezinto esizifundile kulabo abasifundisile, abakhulu nabancane. Muningi kakhulu umsebenzi owenziwa ikhansela. Ukuletha intuthuko emiphakathini akuyona neze into encane. Idinga ubuchule namaqhinga ngasosonke isikhathi. Lezo akuzona izinto ozozifunda ungafundiswanga. Iyona lento uDr Munroe akhuluma ngazo ukuthi sifunda kwabancane nabakhulu. Kuyilokho engikushoyo kulamakhansela amasha ukuthi name ngafunda kwadabakhulu nabancane nabo abenze njalo. Ukuhola umkhandlu wabantu abasha akufani nokuhola umphakathi ewadini. Kunezinselelo eziningi ezahlukahlukene. Njengoba nathi safunda kwababengaphambili kwethu nani fundani kulabo abangaphambili kwenu.

Abantu abasha baphinde bangena esigungwini esiphezulu kuMasipala wethu Khansela Mondli Mdletshe Kanye noKhansela Bravo Zamisa. Kuhle ukuba nabantu abasha ebuholini ngoba basenamandla okwenza izinto. Siyohlala njalo sibeluleka laphaya nalaphaya. Kodwa bona basethubeni lokufunda okuningi njengoba bengabaholi besebancane. Leli ithuba ekumele balisebenzise kahle.

Angithathe lelithuba ngiwahalalisele amakhansela ngokukhula kwawo ebuholini. Ngiwafisele inhlanhla njengoba engama khansela amawadi ukuthi asebenzisane kahle nomphakathi, azithobe, alalele kakhulu izidingo zemiphakathi. Emiphakathini kunabadala nabancane ekumele babahloniphe ngasosonke isikhathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.