Isiqalile ukudayisa futhi iNokia 3310

2017-06-08 06:01
PHOTO: suppliedINokia 3310 yodumo.

PHOTO: suppliedINokia 3310 yodumo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ESINYATHELWENI ebesingalindelekile, uHMD – ikhaya elisha lamafoni akwaNokia umemezele ngoMsombuluko ukuthi isizoqala ukutholakala eNingizimu Afrika ifoni yodumo ebilo- khu ibhekwe ngabomvu, iNokia 3310.

I-3310 iqale ukutholakala kuleli kusukela ngomhlaka-29 kuMeyi, ezitolo zakwa-Cell C futhi izotholakala ngombala wayo owaduma kakhulu, udark blue, nezobe ine-cover engadlile ngokucwebezela futhi izobiza inani elilinganiselwa ku-R749.

Le foni izotholakala ngemibala emithathu ezitolo zakwaMTN – nokuwu-Warm Red kanye noYellow. yomibili lemibala izobe icwebezela kanye noDark Blue wona ozobe ungadlile ngokucwebezela bese itholakala ezitolo ngenani elilinganiselwa ku-R699 futhi izoqala ukutholakala maphakathi noJuni ezitolo ezisebenzisana noMTN.

OwayeyiManaging Director yeNokia South Africa, noseyiGeneral Manager ye-HMD Global Southern Africa, uShaun Durandt, uthi le nkampani ijabule kabi ngokuphinde ilethe iNokia 3310 kumakhasimende aseNingizimu Afrika.

Uthi iNokia ibilokhu iyigama elidume kakhulu futhi elaziwayo amashumi eminyaka kuleli.

Uthi futhi uHMD usuthole ukwamukelwa okuhle kuze kube yimanje kanti kubukeka sengathi wonke umuntu ujabule njenga- bo.

UHMD, nokuyinkampani yaseFinland, ibuyise le foni eyayidlise kakhulu ngaphambilini ngemuva kweminyaka engu-7, nethi ayibukeke ngendlela efanayo nale endala, yize noma seyengezwe obunye ubuchwepheshe besimanje.

I-3310 yaqala ukwethulwa kuleli ngonyaka ka-2000 nalapho yagcina ingenye yamafoni ayedlise kakhulu eNingizimu Afrika futhi yabe nempumelelo enkulu nasemhlabeni wonke.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

Makeover saves dog’s life

Lucky Charlie got a complete make-over that helped him get adopted.

 
 

Paws

For the love of Corgis!
Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.