Kubanjwe imidlalo yezaguga

2017-09-28 06:00
IZITHOMBE: Thami ka-nkosiImeya ikhanyisa ilambu elisho ukuqalakwemidlalo.

IZITHOMBE: Thami ka-nkosiImeya ikhanyisa ilambu elisho ukuqalakwemidlalo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUGQAME ukungahleleki okukhulu ngesikhathi kuvulwa imidlalo yabantu abadala yesifundazwe saKwaZulu-Natal ama-olden Games ngoLwesithathu olwedlule ezinkundleni zemidlalo zase-Ugu Sports and Leisure Centre.

Kubonakele nje ukuba abahleli bona bebefisa ukuthi lomcimbi uhambe ngendlela kodwa kwagwija eziphambili.

Kuqale ngamantombazanyana amancane aviliyele kwachwaza inkundla ezojabulisa ogogo nomkhulu. Ngokuqhubeka kohlelo, kungene ogogo nomkhulu basoGwini bashaya amanoni amnandi zajabula izivakashi, kwabonakala ukuthi Ugu beliyihlelele kahle lemidlalo.

Ungqongqoshe Wezemidlalo Nokungcebeleka KwaZulu-Natal Bongiwe Sithole-Moloi akakwazanga ukuphumelela, kanti nemeya yomkhandlu woGu ibingekho kulomcimbi ngenxa yokuxakwa eminye imisebenzi. Inkulumo yosuku ibe seyethulwa imeya yase Ray Nkonyeni uNomusa Mqwebu, ofisele wonke umuntu okhona, ikakhulukazi ogogo nomkhulu ukuhlala okuhle oGwini. Imeya uMqwebu ibe seyilayitha ilambu ebelichaza ukuvulwa kwemidlalo ngokusemthethweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.