Kucelelwa abantulayo uxhaso

2015-11-12 06:00

ISICELIMPILO PROJECT icela uxhaso lwezipho zikakhisimusi ezizonikezwa izingane ezidla imbuya ngothi neziyintandane ezinakekelwa amasistela asemishini yaseMehlomnyama. Lamasistela anakekela izingane ezidingayo zasezindaweni eziyiskhombisa kubalwa Oshabeni, eMehlomnyama, Assisi, Ntengela, Mgolomi, Buella kanye neMaristella. Okhulumela iphrojekthi uSister Yvonne Mkhize uthe bacela uxhaso lokuba bakwazi ukujabulisa lezingane abazinakekelayo.

“Sicela noma oluphi uhlobo loxhaso. Kungaba ukudla, amathoyizi, imali noma yini engajabulisa labantwana njengoba sekusondele isikhathi sikakhisimusi,” kusho uMkhize.

Uthe labantwana banakekelwa besemakhaya abo, lapho bevakashelwa osonhlalakahle abaqinisekisa ukuthi labantwana baphephile futhi bathola konke okudinga umntwana osakhula.

“Ezinye izinsiza abanikezwa zona labantwana usizo lokuba benzelwe izitifiketi zokuzalwa, omazisi, imali yesondlo, imifaniswano yesikole nokunye,” kusho uMkhize.

Uphinde wathi lezingane abazinakekelayo zingaphezu kwamakhulu amahlanu futhi zingajabulela noma yini eziyitholayo.

UMkhize uthe labantwana bazokwenzelwa idili ngomhlaka 3 kuZibandlela (December).

Inombolo kaSister Mkhize ithi 0714422281 okanye axhumane uSister Precious ku 0731634968.

UMkhize uphethe ngokuthi sibusisiwe isandla esiphayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.