Kudodiswa abafana eMzumbe

2015-11-19 06:00
Isithombe esigciniwe somcimbi odlule kudodiswa abafana.

Isithombe esigciniwe somcimbi odlule kudodiswa abafana.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMABUTHO azobe ehlangene kulempelasonto kulungiselwa umkhosi wokweshwama uzoba seNyokeni ngoZibandlela (December.) Okhulumela umasipala waseMzumbe uTrevor Khanyile uthe azobe ezibambele inkuzi eyihlinza ngezawo izindla. Uthe njengomasipala bazozigubhela lomcimbi njengoba bejwayele ukwenza ngaphambi kokuthi kubekhona umkhosi womhlanga. UKhanyile uchaze ukuthi kulomcimbi amadoda namabutho asezigodini zonke ezakhele uMzumbe ahlanganyela komkhulu ukuzoguba lomkhosi.

“Amabutho anikezwa iziyalo futhi aphinde afundiswe ngokuziphatha kwebutho nokuba umuntu wesilisa oqotho,” kusho uKhanyile.

Uthe ngalelo langa amabutho ayobe ehuba efundisana ngezinto eziphathele ngempilo yobudoda kanye nezimo amadoda adlula kuzona.

Uthe lokhu kubizwa ngokudodisa kwabafana kepha akusho ukwelukwa kwabafana njengosiko lamaXhosa, ukufundisana inhlonipho.

Ukhanyile uthe umphakathi wamukelekile ukuthi ube yingxenye yalomcimbi egrawundini lapho amabutho ezobe ethola iziyalo khona eziphuma kuhlanga lomhlabathi kanye nemeya uMnu. Sydney Gumede anamanye amakhosi azobe ehambele lomcimbi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.