Kuhlelwe imashi yabasebenzi

2016-01-14 06:00
Kuzoba nemashi enkulukazi ngoLwesihlanu. Isithombe: sithunyelwe

Kuzoba nemashi enkulukazi ngoLwesihlanu. Isithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABE Cosatu okuwumfelandawonye wezinhlangano zabasebenzi ihlele imashi enkulu ezoba ngoLwesihlanu. Lemashi izobe ihlose ukudlulisa izikhalo zabasebenzi kubaqashi.

Okhulumela lenyunyana ongusihlalo uErnest Mkhize uthe amalungiselelo alemashi wonke ami ngomumo.

“Imashi kuzoba enkulu kakhulu kakhulukazi njengoba kuzobe kukhona izinyunyana eziningi ezahlukene kubalwa iPopcru, Saccawu, Sadtu, Satawu, Sasco, Num, Nehawu okuyizona izinhlangano ezithinthekayo,” kusho uMkhize.

lemashi ihlelwe ukuba iqale ekuseni ngezikhathi zabo 10 eDick King Square eduzane nase Shoprite iqhubekele ePort Shepstone Civic Centre. UMkhize uthe uma sekufikwa eCivic centre kuzonikezelwa incwadi yezikhalazo zabasebenzi kubaqashi ekubalwa kubona iHibiscus Coast Municipality kanye nomnyango wezeMfundo. Ezinye zezikhalazo ezizobe zilotshwe encwadini esokuphathwa kwabasebenzi ezindaweni zokusebenza.

“Abaqashi ababaphethe kahle abasebenzi ngokwendlela ekoyiyona. Umthethosisekelo weLabour Relations Act isahluko 198 esikhuluma kabanzi ngokuqashwa kwabasebenzi abangama toho esikhathi size sibe ngaphezu kwezinyanga ezintathu umuntu engatshelwa ukuthi uzoqashwa noma cha. Lokhu okunye njenge nyunyana esingahambisani nakho,” kusho Umkhize.

Okunye kuzobe kusencwadini akushilo uMkhize nozakwabo ukuthi imisebenzi evela ePort shepstone inikwa abantu bakwezinye izindawo izakhamuzi zaseShepstone zingaqashwa. Uthe abahambisani naloko kumele kubhekisiswe.

UMkhize nozakwabo badlulise umyalezo wesicelo sokuthi abasebenzi beze kule mashi baphume ngobuningi babo ngoba ilwela amalungelo abo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.