Kumenywa umphakathi emashini

2017-03-23 06:02

KUMENYWA umphakathi ukuba uphume ngobuningi ukuzohlanganyela emashini yokulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane ezobe ibanjwe ePort Shepstone Mhlaka 24 March.

Umhleli wemashi uNkkz Engela Folley uthe lemashi izosuka eDip Spar ngehora lesikhombisa 7am kuyiwe emaphoyiseni asePort Shepstone nasenkantolo iPort Shepstone Magistrates Court, lapho kuzothulwa khona uhlu lwezikhalazo.

“Inhloso yemashi ukulwisana nokuhlukunyenzwa kwabesifazane nezingane, nokugqugquzela amaphoyisa nezinkantolo ukuba ziqinise isandla kulaba abanamacala okuhlukumeza,” kusho uFolley.

Uqhubeke wathi banethemba lokuthi lemashi izoletha ushintsho oluningi nasemiphakathini ukuze nalabo abahlukumezekile bakwazi ukuphumela obala babike emaphoyiseni, bangafeli ngaphakathi.

Okunye akuthintile ukuthi ezikhathini eziningi abesifazane nezingane bayahlukumezeka emakhaya, ezikoleni nanoma ikuphi, ngenxa yokusaba bagcine bengabikanga emaphoyiseni.

"Ngezinye izikhathi laba abahlukumezekile bayebafune nokubaleka, kepha bangazi ukuthi bangabalekelaphi. Ngalolosuku lemashi sizokwazi ukuthi sicobelelane ngolwazi siphinde sixoxisane ngzinyathelo umuntu angazithatha,” kusho uFolley. Unxuse nezihlangano ezisebenza ngokuhlukunyezwa kwabesifazane ukuba nazo zibe inxenye.

Ukuthola ulwazi oluthe xaxa thintana noFolley ku-074 388 7542 noma ku engela.hughes@yahoo.com. Ungamthinta noNonto ku-071 830 7736.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.