Kuqokwe ubuholi ubusha benhlangano yentsha

2016-11-10 06:00
Ubuholi obusha be-ANCYL Lower South Coast.

Ubuholi obusha be-ANCYL Lower South Coast.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGO yentsha kaKhongolose i-ANC Youth League Lower South Coast ikhethe ubuholi ubusha emasontweni adlule.

Lobu buholi buzothatha izintambo ebuholini obudala okubalwa kubona uMondli Ncane obengusekela sihlalo, Nomusa Mngadi obengumgcinimafa, Zukisa Sompetha, Qiniso Ndadana, Thondo Zuma, Andile Mkhize, Mbali Cele, Zoli Ngxati kanye noSphamandla Zungu. Okhulumela inhlangano yentsha uNkazimulo Mavundla uthe lobu buholi obusha bukhethwe emva kwengqungquthela ebibanjwe emasontweni adlule ebizwa i-Regional Congress eUgu Sports and Leisure.

“Lobu buholi obusha buzosebenza izinyanga eziyi-18 kusukela manje,” kusho uMavundla

Uthe abesezikhundleni uSihlalo wesifunda uMfanafuthi Ngwabe, uMondli Ndlovu ongusekela sihlalo, unobhala uNkazimulo Mavundla, umgcini mafa uNtsiki Ntuli.

“Abanye abaqokiwe abazohlala nobuholi nguSnqobile Mngomezulu, Teddy Hlophe, Noxolo Danca, Nosi Mthuli,

Mbekeni Dayi, Khaya Mbambo, Nofiso Ngcobo, Sbusi Chiliza, Phumzile Habile, Bravo Zamisa, Mafiki Mtolo

kanye noNkule Nciki. Uthe umsebenzi walobu buholi awukathulwa njengoba belindele inqubekela phambili emva kokuthi kukhetwe iRegional Working Committee, okuyiyona ezobhekana nemisebenzi ezokwenziwa inhlangano esifundeni.

“Bonke abakhethiwe bebengamalunga enhlangano ezikhungweni zabo okuyiyona ndlela abakhethwe ngayo,” kusho uMavundla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.