Kusesandleni zethu ukulwisana negciwane

2016-12-08 06:01
Osephile iminyaka eyi-17 negciwane leHIV uNomusa Shabane egqugquzela abantu ukuba badle imishanguzo basizakale. Izithombe: Zithunyelwe

Osephile iminyaka eyi-17 negciwane leHIV uNomusa Shabane egqugquzela abantu ukuba badle imishanguzo basizakale. Izithombe: Zithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USUKU lwe-World Aids Day luba njalo mhla lulunye kuZibandlela (1 Devember) minyaka yonke. Lolusuku lwaqala ukugujwa ngonyaka ka 1988. Umtholampilo wase Gamalakhe iGamalakhe Community Health Centre (GCHC) nomnyango wezempilo - Department of Health bagubhe lolu suku ngaphansi kwesiqubulo esithi “It is in our hands to end HIV and TB,” lokhu kusho ukuthi, “kusezandleni zethu ukuba siqede isandulela ngculazi kanye nesifo sofuba”. Lomcimbi ubuhanjelwe umphakathi, odokotela nabasebenzi bomtholampilo.

Okhulumela umtholampilo uMnuz Lifa Radebe uthe ngalolusuku kwadluliswa umyalezo othi isifo sofuba siyalapheka yize noma unesandulela ngculazi.

URadebe uthe ukuze kusizakale intsha ukuthi igweme isifo sengculazi, kumele imitholampilo ibe yindawo elungile efanelekile ukuthi intsha izizwe ikhululekile ukuzofuna usizo neziyalo ngokutheleleka kwalezifo.

“Aziphele izinkulumo ezehlisa isithunzi nesidima sobulili kubasebenzi bezempilo. Ake silethe lezinsiza kwintsha ukuze ikwazi ukuvikeleka kulesi sifo sengculazi,” kusho uRadebe. Uqhubeke waxoxa ngohlelo lomnyango oluqondene ngqo nokuhlolela ingculazi nokwelapha wonke muntu osenaso lesisifo ngaphandle kokuthi lithini izinga lamashosha omzimba wakhe.

UNksz Nomusa Shabane omunye wabaphila nalesifo, osephile naso iminyaka eyi-17, wethule ubufakazi wagqugquzela abantu ukuba badle imishanguzo yabo ngendlela efanele.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

Partner Content
How data is changing investments

Technological disruption is rife in many spheres of business and given the quantity of data available, it’s no surprise that the way in which asset managers work is also changing fast.

/News
 

Perfect dog-walking 1: Why dogs pull on the lead

Some dogs go mad the minute they see the leash, drag their owner out the door and once outside start spinning, leaping about and pulling their humans off their feet.

 
 

Paws

SA stats: The role of pets in families
The top 6 poisonous foods for your pet
Does your dog have separation anxiety?
Fascinating facts about dogs
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.