Kuvaleliswe othisa esikoleni saseLamonti

2016-09-22 06:00
PHOTO: supplied Othisha abavalelisiwe eskoleni elamonti, (kusuka kwesokunxele) uNkz. Bongekile Gumede, Nkz. Tholakele Shabane kanye noMnu. Dumisani Mbali.

PHOTO: supplied Othisha abavalelisiwe eskoleni elamonti, (kusuka kwesokunxele) uNkz. Bongekile Gumede, Nkz. Tholakele Shabane kanye noMnu. Dumisani Mbali.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUVALELISWE othisha abane esikoleni samabanga aphansi Isikuthali Primary endaweni yaseLamonti ngakwaNositha. Othisha abathathu besifazane kanye noyedwa wesilisa bevaleliswe ngendumezulu yomcimbi obubanjwe ngesonto eledlule.

abanye babo labothisa bayeka ukufundisa kulesikole ngezimo zokungaphili abanye besekushaye isikhathi sokuthi bathathe impesheni.

Izingane zesikole nabanye othisha, kubalwa nothisha nhloko wesikole uLinda Sosibo benze othisha baze bachiphize izinyembezi ngesikhathi bevaleliswa. Kube nomculo kanye nezinkulumo ezihle zokubonga umsebenzi omuhle uthisha ngamunye awenzile eminyakeni abebefundisa ngayo kulesisikole.

Uthisha abavalelisiwe nguNkz. Bongekile Gumede, uNkz. Sibusisiwe Msomi, uMnu. Dumsani Mbali kanye noNkz. Tholakele Shabane. Imindeni yabo labothisha nayo ihambele umcimbi kanye nothisha bezinye izikole eziseduzane.

Konke kube yimpumelelo othisha baphiwa nezipho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.