Kuxwayiswa umphakathi

2017-02-16 06:01

ABASESHI baphenya icala lokweba ePort Shepstone emva kokuthi owesilisa ethumele imali ebhange ngoLwesine olwedlule ethenga imoto ayibone kwi-internet. Lomlisa uthi wabona imoto ihlobo lweToyota Tazz walungisa imali emva kokukuthi etshelwe ukuthi uma efaka imali imoto izolethwa kuye. Okhulumela amaphoyisa uKapteni Gerald Mfeka lokhu okumehlele lomlisa kuyisixwayiso kwabanye abathanda ukuthenga kuma-website.

“Sithanda ukuxwayisa umphakathi ukuba ugweme izimo ezifana nalezi lapho kudingeka ukuthi kufakwe izimali emabhange, ngabe noma ukugwazela umsebenzi noma ukuthenga impahla,” kusho uMfeka.

Uxwayise umphakathi ngokuthi ungabonikezela ngezinombolo zomaziii (ID numbers) noma iyiphi eminye imininingwano ebalulekile.

“Akufanelekile ukuba umuntu anikezele kubantu angabazi ngemininingwane yakhe ebalulekile ku-internet, emafonini noma iseposini,” kusho umfeka

Uphinde wathi abantu ababobhekisisa nezincwadi nama -email athi umuntu uwine izizumbulu zemali okumele akhokhe ukuze azithole.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.