Luyindida olwezindlu kwaXaba

2016-03-10 06:00

UDABA lwezindlu lakwaXaba luthanda ukuba yindida njengoba abahlali nekomidi lewadi bethi ungqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu uMnu. Ravi Pillay akazigcini izithembiso zakhe.

Oyilungu lekomidi uMnu. Selby Mzindle uthe abakuzwayo ngezindlu zemixhaso abebezicelile kuPillay akusayi ngamagama enkehli. uMzindle uthe bona bacela izindlu zomxhaso ezi-2000 kepha manje kuthiwa bazokwakhelwa ezingama-500.

“Lokhu esikuzwayo akusikhona akusho ungqongqoshe uPillay emhlanganweni esasinawo naye.

Okhulumela umnyango uMnz Mbulelo Baloyi uthe ungqongqoshe wakhuluma nomphakathi wachaza ukuthi kunezinkinga zokuthola indawo eyanele yokwakha lezi zindlu. Uthe waqhubeka wachaza ukuthi njengoba umphakathi ucele lezindlu ezingaka, kudingeka imali yangempela kanti umnyango awumile kahle kwezezimali, ngeke ukwazi ukwakha lezindlu zonke ngesikhathi esisodwa.

“Waphinde washo ukuthi inkampani eyathola ithenda iFezeka Agents izoqala ngezindlu ezingama-500.

Waphinde washo ukuthi ukwakhiwa kwalezindlu kuzoqala ngoMbasa (April) onyakeni ozayo (2017).

Lokhu wakugcizelela esho ukuthi uma ukubhaliswa kwabantu kushesha kungenzeka ukuthi kuqalwe masishane.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.