Masiwuqale kahle unyaka Imeya kamaspala Umzumbe ubaba u-Cllr st gumede

2016-01-07 06:00

SETHEMBA ukuthi izinsuku zikaNcibijane ziniphathe kahle. Thina asikaze siphumule ngoba nangezinsuku zikaNcibijane besimatasa emnyangweni wethu wezinhlekelele silekelela umphakathi. Ukuqala konyaka omusha ithuba lokuqala kabusha. Kusuke kukhona lowo muzwa wokuthi konke okwenzekayo kusha.

Unyaka ka 2016 unyaka obalulekile kakhulu esigabeni sikaHulumeni wesemakhaya. Lona unyaka ekuzobanjwa ngawo ukhetho lohulumeni basemakhaya. Isikhathi samakhansela siyaphela ngenyanga kaMay 2016. Loko kusho ukuthi kumele kubanjwe ukhetho noma nini kusukela kuMay kuya kuAugust 2016. Kuzokhumbuleka ukuthi emva kokhetho kuzoba nezinguquko ezinqala komasipala abaningi. Nathi lapha eMzumbe Municipality kuzoba noshintsho. Sizoba namawadi angu 20. Kuzoba khona ushintsho ku Ward 4 lapho kuzobonakala enye ingxenye yawo iphuma iya kuMasipala iHarry Gwala. Amawadi azoba nezinamba ezintsha. Uma iwadi yakho kade uyazi iyi wadi ethile uzothola ukuthi akuseyona leyo namba sekunenamba entsha. Ngizocela siziqikelele lezo zinguquko. Sisalindile ke ukuthi uMongameli uhlonza oluphi usuku lokuvota. Okwethu ke thina njengomasipala asibhekile kakhulu loko ngoba ukusebenza kukaHulumeni kuyaqhubeka. Imiphakathi yethu iyazidinga izidingo ngqangi.

Nathi sinalowo moya wokuthi sense konke ngamandla amasha onyaka omusha. Maduze nje sizoqala imidlalo yasehlobo edlalelwa olwandle oThuthwini lapho sizoqoqa wonke amawadi ukubungaza futhi abe ingxenye yalemidlalo. Kumanje simatasa sibheke izicelo zalabo abafisa ukwelekelelwa ngokukhokhelwa imali yokubhalisa unyaka wokuqala ezikhungweni zemfundo ephakeme. Sibeke imalo engango R700 000 ukuhlangabezana nalezo zicelo. Incwadi yokufaka izicelo itholakala kaMasipala naseKhanseleni.

Siqhubekela phambili ukuqinisekisa ukuthi nakuwo lonyakamali siyayithola futhi i-Clean Audit. Loko sikwenza ngokuthi siqinisekise ukuthi konke esikwenzayo sikwenza ngokulandela umthetho. Sibheke kakhulu ama IDP/Roadshows ezinyangeni ezintathu ezizayo lapho sizobe sizozwa kinina mphakathi ukuthi yini eniyidingayo uma sesakha uhlelo olusha lwemali nezinto ekumele sizenze. Siyaninxusa ukuthi niphume ngobuningi benu ukuzothamela lezimbizo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.