Nazi izindlela ezine zokubeka imali yelobolo

2017-08-03 06:01

KUYAWENZA umqondo ukusheshe uqale ukulondoloza imali yelobolo ukuze uzinikeze isikhathi esanele sokuthi uhlomule inzuzo, ngokusho koyiFinancial Wellbeing Consultant, e-Alexander Forbes, uHappy Ngale. “Ilobolo isiko lase-Afrika elibandakanya inkokhelo – kungaba imali noma inkomo noma izinkomo – ezivela emndenini walowo osuke engaba umkhwenyana kubazali balowo osuke engaba umakoti ngokomshando wesintu,” kuchaza uNgale.

“Kuyindlela yokubonga kanye nokuhlonipha abazali bamakoti kanye nendlela yokwakha ubudlelwano phakathi kwemindeni yomibili. Kungokukhokha ilobolo kuphela ukuthi abathandanayo bathathwe njengasebeshadile.”

Imali ijwayele ukusetshenziswa njengemali, futhi umndeni uyavumelana ngesibalo sezinkomo kanye nenani lenkomo ngayinye. Ilobolo liphinde libandakanye nokuphana ngezipho ezisuke ziyizinto okusuke kuvunyelwene ngazo, kunaba uNgale. Ukulobola yisiko elibizayo. Uma ngabe ucabanga indlela yokubeka imali yelobolo yesikhathi esifushane kumele ubheke izinto ezifana nokuthi mungakanani umthamo noma inani lemali noma izinkomo okumele ube nazo, ubungozi obukhona bokulahlekelwa yilokho osuke ukonga kanye nokuthi uzokonga noma uzobeka isikhathi esingakanani.

IMALI ELONDOLOZIWE ENGABANJELWA INTELA

Abanikazi be-account yokonga imali (saving account) engabanjwa intela (tax-free) – bayayekelwa ukuthi bangayikhokhi intela, ayikho imali engenayo, imali eyinzuzo kanye nemihlomulo yentela okumele ikhokhwe noma ibuyeselwe emuva. Imali engafinyelela ku-R33 000 ingabekwa ngonyaka wentela (tax year), kanti empilweni yakho yonke ingaze ifinyelele ku-R500 000. Lapha usuke ubeka imali engango-R2 750 ngonyaka.

“Ungakhipha (withdraw) kulesi sikhwama sokonga noma ngabe kunini ngaphandle kokukalelwa noma ukuhlawuliswa. Isikhwama sokonga siyakunikeza umthamo odingekayo esikhathini esifushane sokulondoloza,” kusho uNgale.

I-UNIT TRUST

Awukho umkhawulo wokuthi yimalini engalondolozwa, kodwa iyabanjwa intela emalini okhokhelwa yona. Le mali itholakala kalula uma usuyidinga ngale kwenhlawulo noma umkhawulo. Ama-Unit trust avuleleke emalini elondolozwa ngokuthenga izindlu kanye nemali elondolozwa ngokuthenga amasheya ezimakethe, nokwenza uhlomule ngemuva kwesikhathi eside.

I-MONEY MARKET ACCOUNT

Le account enemali ezalayo, izala imali (interest) enkulu kunale ezalekayo uma uyifake ebhange, ngokuchaza kukaNgale. “Ulondoloza ngqo ezinhlakeni zemali kanye nezinhlaka eziningi zezimakethe zemali (money market). Inzalo incika kwizinga lemali ezalayo ngaleso sikhathi (interest rate).” Lokhu kusho ukuthi uma ngabe iphansi i-interest rate, nemali ozoyizuza izoba ncane.

ISITOKFELA

Lolu hlelo lokonga imali ludlisile emalokishini noma ezindaweni zasemakhaya. “Njengelungu lesitokfela, uthola ingxenye yemali engukheshi njengoba inkokhelo ishintshashintsha kumalungu inyanga nenyanga,” kusho uNgale. Kwezinye izitokfela kukhishwa imali inyanga nenyanga kanti le mali ilondolozwa kwi-account yesitokfela. Ekupheleni konyaka ilungu nelungu lesitokfela lithola ingxenye ethile yamali uma sekuhlukaniswa. -

Luthunyelwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/News
 

8 great natural remedies for your pet

Tips and tricks to cure your pet’s itches and coughs, naturally.

 
 

Paws

Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
11 animals before and after they were adopted from shelters
Competition pet grooming – creative or too extreme?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.