Omasipala bagubhe olohulumeni basemakha

2016-05-19 06:00
PHOTO:  Umeya waseHibiscus Coast uCllr Nomusa Mqwebu (kwesokunxele) kanye noMeya wase Mzumbe uCllr Sydney Gumede bebambisene isibani somlilo emgubhweni weminyaka engu16 yokubhusa komasipala basemakhaya.

PHOTO: Umeya waseHibiscus Coast uCllr Nomusa Mqwebu (kwesokunxele) kanye noMeya wase Mzumbe uCllr Sydney Gumede bebambisene isibani somlilo emgubhweni weminyaka engu16 yokubhusa komasipala basemakhaya.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNYAKA ka-2016, uwunyaka weshumi nesithupha (16) kwaqala ukusebenza kohulumeni basekhaya besebenza ngokwentando yeningi. Lonyaka futhi uwunyaka wokugubha umkhankaso iBack to Basics Campaign esiqede unyaka kusukela yasungulwa. Ukujabulela konke lokhu omasipala Umzumbe neHibiscus Coast Municipality kanye nabanye omasiphala abangaphansi kwe-Ugu district Municipality benze imigubho ngoMgqibelo. Omasipala bakhumbule yonke imisebenzi asebeyenzile ukushintsha izimpilo zabantu kanye nezinto ezithuthukise imiphakathi. Kukhanyiswe isibani somlilo eyisikhombiso nesakha ithemba lokuthi omasipala bazoqhubeka ukuthuthukisa izimpilo zabantu nemiphakathi yabo eminyakeni ezayo.

IHibiscus Coast yona iqale imigubho ngokuthi ikhanyise isibani endaweni yaseGamalakhe ehholo lomphakathi eZ.G, kwathi ngokuqhubeka kosuku kwayiwa endaweni yakwaMasinenge kwase kuphindelwa khona eGamalakhe.

Umasipala waseMzumbe wona uhanjelwe ungqongqoshe weZokuthuthukiswa koMphakathi uNkk. Weziwe Thusi okhanyise ngokusemthethweni ugesi endaweni yakwaMgayi khona eMzumbe. Okhulumela umkhandlu waseMzumbe uMnu. Trevor Khanyile uthe izindlu ezingama-600 zizothola ugesi ekuhambeni kwesikhathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.