Qinisekisa ukuthi ijoyinti lakho lilandela imigomo

2015-12-17 06:00

NGOKOMTHETHO olawula iKZN Liquor Act 6/2010, abanikazi bama-tavern kunemigomo nemibandela okumele bayilandele.

Eminye yaleyo migomo eyokubakhona konogada abaqaphile. Ezindaweni eziningi akukho lokhu. Umuntu uyazingenela nje azithengele utshwala. Okhulumela amaphoyisa uColonel Zandra Wiid uthe lokhu kuye kube nemithelela emibi efana nodlame, ukubulalana nokunye.

UWiid uthe itavern kumele ibe nezihlelo zokuphepha kwamakhasimende.

“Kuningi osekwenzekile ematavern okungabikwa kanti lokhu kuthathwa njengokuphula isivumelwano kanye nomthetho,” kusho uWiid.

Uthe uma kutholakala isibamu akekho onemvume yokusithatha.

“Unogada uthinta amaphoyisa okuyiwona anelungelo lokuthatha lesosibhamu nokuthi abheke ukuthi sisemthethweni noma cha,” kusho uWiid.

UWiid uthe umnikazi wetavern uma engayilandeli lemigomo nemithetho uyaphucwa imvume yakhe yokudayisa noma akhokiswe inhlawulo eqala ezigidini ezinhlanu zama randi.

Abanikazi bamatavern banxuswe ukuthi abaqinisekise ukuthi yonke imithetho bayiyilandela kakhulukazi kulesikhathi sikakhisimusi ngoba ilapho izehlakalo zenzeka kakhulu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.